Bavelile enkantolo yaseKempton Park abesifazane abahlanu ababanjwe oqotsheni nezidakamizwa eOR Tambo International Airport eGoli. Laba […]
Archives
Kuboshwe abaqaphi bakwaCalvin eMkhambathini
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal abophe abaqaphi bezikhulu zikamasipala waseMkhambathini maphakathi nesifundazwe. Labaqaphi kuvele ukuthi basebenza ngaphansi kwenkampani […]
USgqemeza uchitha eyokuthi uzicelele ukuhamba kuKhozi FM
Inkakha yomsakazi uSipho Mbatha aka DJ Sgqemeza usephumele obala waveza ukuthi akahambanga kahle oKhozini FM. […]
USerero usola abadlali baseMzansi ngokutefa
UThulani Serero owayengumdlali weBafana Bafana, Ajax Cape Town ne-Ajax Amsterdam ukhala ngokuthi abadlali bePSL abanalo […]
Ingwazi ifisa uBroos aqoke uRayners kwiBafana
ULes Grobler, oyingwazi yeMoroka Swallows FC, ukholwa ukuthi uHugo Broos kumele avume ukuthi afake u-Iqraam […]
UDavids ubona iDowns izoyinqoba iCAF Champions league
UFadlu Davids ongumqeqeshi weRaja Club Athletic ubona iMamelodi Sundowns FC izoyinqoba iCAF Champions league. “Ngikholwa […]
Odilikjele abathathu neminyaka engu-80 kowabulala abantu
INkantolo eNkulu eThekwini igwebe uScelo Dambayi Sikhakhane (36) odilikajele abathathu neminyaka ewu-80 ngamacala amathathu okubulala, […]
Umphakathi waseMabomvini uwotha ubomvu eyokungalungiswa kwemigwaqo yawo
Umphakathi waku-ward 13 eMabomvini esigodini sakwaDolo eMsinga uthi isiwume emphinjeni eyokushaywa indiva ingalungiswa imigwaqo yawo. […]
UNobengazi nomlando enqoba amabhande amabili enyangeni
UNobengazi Booth uqophe umlando omusha esibhakeleni sabesifazane eNingizimu Africa ngesikhathi enqoba amabhande amabili ngenyanga eyodwa. […]
U-The Prince uligcinile irekhodi lakhe lokungahlulwa eshaya uSotomela
UNkosingiphile “The Prince” Sibisi uqhubekile nokudlondlobala esibhakeleni waqhubeka nerekhodi lakhe lokungahlulwa ezimpini ezingu 12 kulandela […]
