
Umphakathi wase eMatimatolo esigodini sase Mbulwane ukhala ngomgwaqo ongasahambeki nhlobo njengoba lomgwaqo wobhuqu wagcina ukulungiswa ngonyaka ka 2010. Kumanje amalungu omphakathi aselubike kaningi loludaba kodwa asitholi isixazululo kwamasipala eMvoti, lapho kubusa khona ABC eholwa ngu Philani Mavundla ongusodolobha kamasipala waseMvoti.
Lomasipala ngomunye KwaZulu-Natal ongabuseki nongayihambisi intuthuko kumphakathi owakhele uMvoti, kunalokho uthenjiswa amanga ngolimi lubunyoka, imigwaqo emningi ngaphansi kwalomasipala iyibhuqu elinganakekelwa nhlobo njengoba inezigodi godi, lomgwaqo ungaphansi ka wadi 9
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
