
Iphuthunyiswe esibhedlela indoda elunywe yizinja ezimbili ku-Koningkramer Road, eWestville ekuseni namuhla.
Okhulumela abakwa-ALS Paramedics, uGarrith Jamieson, uthe le ndoda, okukholakala ukuthi ineminyaka ebalelwa ko-50 ubudala ithole amanxeba amabi kakhulu emzimbeni wonke.
“Ixilongwe khona endaweni yeisgameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela esiseduze ukuze ithole ukwelashwa okwengeziwe obekudingeka.”
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
