Izitolo ezingu-6 eziphethwe ngabafokazi ziphangwe e-Estcourt namuhla ngesikhathi ezasemini . Amaphoyisa asola ukuthi lokhu kungase kube kuhambisana...
Mduduzi Mbangayiya
ObenguNdlunkulu weKumkani yabaThembu unqabe umjolo nendodana yomphathi weQwaqwa Stars ngoba efuna ukugana UDkt Nolubabalo Mcinga uveze lokhu...
Bazulelwa amanqe abanikazi bezindlu zomxhaso eNquthu abasolwa ngokuzidayisela kanye nokuqashisa ngazo kubantu bokufika abakuleli ngokungemthetho njengoba kunekhwelo...
ISAFA KwaZulu-Natal yephula izinhliziyo zabathandi bebhola ngenxa yokuhluleka ukuxazulula izingxabano zamaqembu ambili athintekayo. Umthombo ophakathi kwi SAFA...
Inhloko ye-NPA u-Advocate Andy Mothibi uthi uNtaba ubevele esendleleni eya enkantolo ngesikhathi ethola imiyalezo emsabisa ngokuthi bazombulala...
Isilo sishaye ingwijikhwebu ngokuxosha uShansela waso Inkosi uMalusi Zondi njengoba sesimubuyisile kodwa samqokela ukuba Iso lasemaHostela nasemalokishini.Lokhu...
USotswebhu weMKP KwaZulu-Natal ukhwele wadilika kuNdunakulu kaZulu uMfundisi uThulasizwe Buthelezi emsola ngokuphendula iNdlunkulu neSilo ihlaya emphakathini ngokuziphatha...
IMamelodi Sundowns iqophe umlando ngokuba yiqembu lokuqala laseNingizimu Afrika eliwine indebe yeCaf Champios League kabili. ISundowns yehlule...
Sekuqubuke ukungaboni ngasolinye phakathi kwemindeni emibili eMsinga ngenxa yombango wesidumbu. Umndeni wakwaNgubane esigodini saseNzala ukhala ngokuvinjelwa ngumndeni...
UShansela weNdlunkulu kaZulu Inkosi uMelusi Zondi kuthiwa ungeniswe esibhedlela ngenxa yokudunguzela.Kuthiwa ungene esibhedlela ngemuva kokubhekana nemibiko ebimsola...
