KUDUTSHULWE kwabulawa igoso obekulindeleke linandise emcimbini weNgoma kaZwelonke ngoJuni 27 ePeople’s Park eThekwini. UMnu Xhegu “Sigxabhiya” Njoko...
Mduduzi Mbangayiya
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso ukhathazekile ngokungabikhona kwesiqongqwane somdlali wasemuva uGrant Kekana emdlalweni omqoka weCAF Champions league...
Umasipala wase Msunduzi usenyongweni ngemuva kokuthi kudalulwe ukuthi yasebenzisa imali engu-R17 million ukuqasha amaloli athutha amanzi angasese...
USihlalo weMamelodi Sundowns, uTlhopie Motsepe, ubhuqe usihlalo we Orlando Pirates ne PSL u-Irvin Khoza no Manto Madlala...
U-Ayanda Ntshebe Dlamini ongukaputeni woMsinga United uthi sebekudlulisile ukuhlulwa kwabo ukuthola indawo yokuqala ku Stream B yemidlalo...
KUSHONE obemele i-DA embangweni wesikhundla sobumeya kuMasipala waseMhlathuze, uMnuz Christo Botha.UBotha, obeyiphini lemeya kuMasipala waseMhlathuze, ushone emva...
UNdlunkulu wesizwe sabaThembu e-Eastern Cape uthi kwakungcono kusaphethe uHulumeni waseTranskei kaGeneral Bantu Holomisa e-Eastern Cape ngoba intuthuko...
I-Ndlunkulu kaZulu ayeneme ngendelelo ekhonjiswe uNgqongqoshe ehhovisi likaMengameli ophonsele iSilo ukuba sikhulume isiVhenda ngenkani ngoba edinwe ababhikishi...
UNdunankulu kaZulu utshele abomndeni waseNdlunkulu ukuthi iSilo sicela ukubuyisana nokuba basondele eduze kwesihlalo ukuze kusetshenzelwe isizwe kuqiniswe...
Bahlalele ovalweni abaholi bezinhlangano zomphakathi KwaZulu-Natal nase Gauteng abalwisana nabantu bangaphandle kuleli .Lokhu lundela ukushiswa kwemizi yabaholi...
