
USihlalo weMamelodi Sundowns, uTlhopie Motsepe, ubhuqe usihlalo we Orlando Pirates ne PSL u-Irvin Khoza no Manto Madlala ngemuva kokuhlulwa yi TS Galaxy FC ngamagoli angu 3-2 emdlalweni we Betway Premiership League eMbombela Stadium .
Ngiyababongela ngokwenza umsebenzi omuhle ,wokuthi iligi- ibemnandi ngalendlela ehambe ngayo kusho Motsepe .Njemanje thina sizogxila emdlalweni wamanqamu we CAF Champions league njengoba sesiyiqedile -imidlalo ye Betway Premiership League kusho Motsepe.
Khona manjalo umqeqeshi we Mamelodi Sundowns FC uMiguel Cardoso uncome abadlali bakhe wathi basebenze umsebenzi omkhulu kodwa bashaywe yindlela yokwenza izinto ekuqaleni kwesizini.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
