URoger De Sa uqinisekisile imibiko ethi uzojoyina uCarlos Queiroz njengo msizi wakhe omusha kwi-Black Stars yase-Ghana. Ekhuluma...
Mduduzi Mbangayiya
Umdlali we-DHL Stormers ne-Springboks -uSacha Feinberg-Mngomezulu, uthi akumphathi nakancane kabi ukugxekwa akuthola ezinkundleni zokuxhumana. Ekhuluma ngesikhathi iqembu...
UMsinga United, uzodlala umdlalo onzima kakhulu ngomgqibelo eNewcastle, njengoba uzophinde utholane phezulu futhi ne-Chess FC, kodwa manje...
USead Ramovic obengumqeqeshi weqembu weCR Belouizdad yase-Algeria bagcine behlukene nayo kulandela ukumiswa ngenxa yokungaboni ngasolinye nomengameli weqembu....
Owayengukaputeni weBrazil uMarcos Cafu Evengelista ukholwa ukuthi leli yithuba elihle lezwe labo lokunqoba iNdebe yomhlaba ka-2026. “Abadlali...
UMphathi wamaphoyisa omgwaqo kuMasipala waseMsinga maphakathi nesifundazwe saKwaZulu Natal uxwayisa abanikazi bamaveni abasebenza bengenazo izimvumo nezincwadi zokushayela....
UJenet Mbhele oyisihlabani somsubathi wamabanga amade unqobe -iZululand Marathon yebanga lika 56 km wenza isikhathi esingu 4:9:51UMbhele...
UMsinga United uqophe umlando ngokungena kowamanqamu we-Mathemba Cup ngemuva kokunqoba imidlalo emibili ilandelana eMzisho Stadium. Amabhubesi aseMsinga...
Umqeqeshi wePolokwane City u-Phuti Mohafe ugxeke isinqumo sokunikeza uLebohang Maboe weKaizer Chiefs umklomelo womdlali wosuku ovelele.Lo mdlalo...
Umgadli weMamelodi Sundowns u-Brayan Leon uqhubekile nokushisa izikhotha kwi-CAF Champions League eqopha umlando omusha ebholeni lase Africa...
