Adele Broodryk ukulambele ukuba ngumpetha omusha we Comrades Marathon

U-Adele Broodryk uthi ukulambela ukunqoba iComrades Marathon, lentokazi iqale ukujima iComrades Marathon ngo 2022 wathola indawo yesithathu. Ngonyaka odlule uthole indawo yesibili elandela uGerda Steyn. Adele Broodryk useke wanqoba Om Die Dam, waphinda wangena endaweni yesithupha ku Two Oceans Marathon, kanti useke wasubatha i Cape Town Marathon.

U-Adele ukhula ngamandla ekusubatheni njengoba umjaho awusubathayo wenza kahle kakhulu futhi kulindeleke ukuthi ahambe ezinyathelweni zika Gerda Steyn, Charne Bosman, Caroline Wotsman, Ann Ashworth, Frith Van Meverwe, Lettie Van Zyl noCheryl Winn,

Lentokazi engumama oshadile ozimiselayo akukho ukungabaza ukuthi izolandela kulezintokazi, uCaroline Wotsman wanqoba ama Russi…


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.