Kuse ngokunye ngesikhathi kuboshwa owesilisa waseCongo obonakale kwi-video phambilini ephethe isibhamu, nokusolakala ukuthi asikho emthethweni, […]
Archives
Obeyisihluleki eMsinga uselaxaze IFP wajoyina MK Party
Obengumholi weqembu le-IFP eMsinga uselaxaze leliqembu, wajoyina iMK Party, kulandela ukuhlulwa kabili okhethweni lohulumeni basekhaya. […]
Owaduma ku Orlando Pirates neGhana, usengundingasithebeni
U-Edwin Gyimah oyingumdlali weqembu lesizwe laseGhana ne-Orlando Pirates ubhekene nenkanankana yokuba ngundingasithebeno nomkakhe nezingane. UGyimah […]
Kuqothwe ngenhlamvu abasebenzi ababili bomkhandlu waseKZN
Kushone abasebenzi ababili bakaMasipala waseMvoti maphakathi nesifundazwe saKwaZulu-Natal ngemuva kokudutshwulwa kade belalelwe unyendle ngolwesibili ebusuku.Abantu […]
Udilikajele neminyaka emihlanu kowadlwengula
I-National Prosecuting Authority (NPA) igculisekile ngesigwebo sikadilikajele neminyaka emihlanu esitholwe wuBhekani Innocent Zwane (43), eNkantolo […]
IChiefs ithembisa into yamehlo koweTS Galaxy
USiphesihle Ndlovu ongumdlali waseswini weKaizer Chiefs uthi baphokophele phambili ngokuthi baqoqe amaphuzu amathathu agcwele kuTS […]
Kuzovalwa iMabhida okwesikhashana isalungiswa
Abaphathi beMoses Mabhida Stadium, eThekwini, sebememezele ukuvalwa kwale nkundla isikhashana ukuze kuhlumeleliswe indawo yokudlala unobhutshuzwayo […]
Zidlana imilala kweyeMotsepe njengoba imidlalo isisongwa
Isishubile imidlalo yeMotsepe Foundation League njengoba isiya ngasemaphethelweni. IKruger United ihlezi phezulu manje ngamaphuzu angu […]
UJomo uchome olwegwalagwala isikhulu soMsinga United
UJomo Sono ongusihlalo weJomo Cosmos uchome uphaphe lwegwalagwala usihlalo woMsinga United uWelcome Mpanza ngokuthuthukisa ibhola […]
Uphenyo ngezindlu ezidayiselwa abantu bokufika eGauteng naseKZN
UMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu eGauteng kanye naKwaZulu-Natal, umatasa nophenyo ngemuva kokuthola izikhalo zomphakathi kanye nezikhalo zamakhansela […]
