Skip to content
Tuesday, May 26, 2026
  • facebook
  • twitter
  • youtube
IBUNDA NEWS
  • Home
  • Izindaba
  • Ezemidlalo
  • Ezomasipala
  • Ezokungcebeleka

Archives

Ugila izimanga ebholeni owaseMpangeni
Ezemidlalo

Ugila izimanga ebholeni owaseMpangeni

  • March 6, 2024

Ugila izimanga bholeni likanobhutshuzwayo intokazi esencane yaseMpangeni. USimphiwe Mdletshe odabuka eMpangeni esigodini sase Dondotha lapho […]

Uzovela enkantolo ngecala lesibhamu esingekho emthethweni
Izindaba

Uzovela enkantolo ngecala lesibhamu esingekho emthethweni

  • March 6, 2024

Umkhankaso wamaphoyisa angaphansi komkhandlu wase Mzinyathi uhambe kahle kakhulu. Njengoba ebambe umsolwa oneminyaka elinganiselwa ku […]

Owodumo ku Orlando Pirates ne Mamelodi Sundowns FC usengumlimi
Izindaba

Owodumo ku Orlando Pirates ne Mamelodi Sundowns FC usengumlimi

  • March 6, 2024

UGift Motupa owazakhela igama ku Baroka FC, Orlando Pirates, Mamelodi Sundowns FC, usengumlimi osafufusayo njengoba […]

Kutholakale umuntu wesifazane ehlathini lase Richard Bay
Izindaba

Kutholakale umuntu wesifazane ehlathini lase Richard Bay

  • March 6, 2024

Kutholakale umuntu wesifazane ehlathini lase Richard Bay ngomsombuluko, lona wesifazane utholwe ngabasebenzi lomuntu wesifazane bamthole […]

IHarry Gwala Marathon izothulwa ngokusemthethweni
Ezemidlalo

IHarry Gwala Marathon izothulwa ngokusemthethweni

  • March 6, 2024

IHarry Gwala Marathon izothulwa ngokusemthethweni ngomhlaka ka 14 March, kanti kulindeleke ukuthi kube nezinguquko ezinqala […]

ISAFA KwaZulu-Natal ithole abaxhasi abasha
Ezemidlalo

ISAFA KwaZulu-Natal ithole abaxhasi abasha

  • March 6, 2024

I SAFA KwaZulu-Natal eholwa ngu Kwenzakwakhe Ngwenya yethule abaxhasi abasha esithangamini sabezindaba eRoyal Hotel eThekwini. […]

Abantu base-Ethiopia batshela indoda yaseNingizimu Afrika ukuthi ivale i-spaza shop
Izindaba

Abantu base-Ethiopia batshela indoda yaseNingizimu Afrika ukuthi ivale i-spaza shop

  • March 5, 2024

Ukukhala komphakathi njengoba abantu baseNingizimu Afrika besaqhubeka nokuhlukunyezwa abokufika, okubalwa kubo nabase-Ethiopia. Usomabhizinisi okhungathekile ungene […]

Amasosha alwisana nezimayini ezingekho emthethweni nemijondolo yaseGugulethu
Izindaba

Amasosha alwisana nezimayini ezingekho emthethweni nemijondolo yaseGugulethu

  • March 5, 2024

Emzamweni ohlangene wokunqanda imisebenzi yezimayini engekho emthethweni, amasosha angaphezu kwama-50 ombutho wezokuvikela waseNingizimu Afrika (i-SANDF) […]

I-ActionSA ifuna ukwazi ukuthi i-ANC iwutholephi u-R102m wokukhokha izikweletu
Izindaba

I-ActionSA ifuna ukwazi ukuthi i-ANC iwutholephi u-R102m wokukhokha izikweletu

  • March 5, 2024

I-ActionSA isithathe izinyathelo ezinqala zokuphonsela inselelo isivumelwano sokukhokhela izikweletu sika-R102 million phakathi kwe-ANC ne-Ezulweni Investments. […]

Kuboshwe isisebenzi sokufika sasegalaji likaphethilo ngokuqola abathengi
Izindaba

Kuboshwe isisebenzi sokufika sasegalaji likaphethilo ngokuqola abathengi

  • March 5, 2024

UmSwati oneminyaka engu-32 ubudala, osebenza ngophethiloli, uzobhekana neNkantolo Yamacala Amacala Ezohwebo eMiddelburg, ngoLwesibili, mhlaka-5 Mashi, […]

  • Latest Posts
  • Trending Posts
  • Ezemidlalo

Kusukela ebuhlungwini kuya enkazimulweni kwiMamelodi Sundowns.

  • May 25, 2026

Ibhola ngezinye izikhathi libuhlungu. eminyakeni eyisithupha edlule, i-Mamelodi Sundowns yayihlala ingqongqoza emnyango we-CAF Champions League. Iyayidlala kahle, iyahamba izwekazi lonke, iyafika kuma-semi, kuma-final, kodwa umqhele ubuhlale ungafinyeleleki. Uhambo olungazange luyekwe…

Read More
  • Ezemidlalo

Umhlangano wonyaka we SAFA uhambe kahle

  • May 25, 2026

ISouth African Football Association ibambe umhlangano wayo we-34th Ordinary Congress ngoSonto, 24 Meyi 2026, eBirchwood Hotel & Conference Centre eMpumalanga yeJohannesburg. Lo mhlangano ube yisiqongo seveki ebimatasa, eyaqala nge-NEC Meeting…

Read More
  • Ezemidlalo

IMamelodi Sundowns ishiye kukhalwa eMorocco ngesikhathi iqopha umlando

  • May 25, 2026

IMamelodi Sundowns iqophe umlando ngokuba yiqembu lokuqala laseNingizimu Afrika eliwine indebe yeCaf Champios League kabili. ISundowns yehlule i-AS FAR yaseMorocco ngo 2-1 kowamanqamu uma sekuhlanganiswa imiphumela yemilenze yomibili. Emlenzweni wokuqala,…

Read More
  • Ezemidlalo

Iyobanjwa osithele nayo kuMsinga United noMkhambathi FC

  • May 24, 2026

Ngu: Alfred Ngubane | UMkhambathi FC usufake isimangalo kumxazululi weSAFA ngomdlali abathi wasayinwa nguMsinga United ngendlela engafanele esuka kwiHighlands Academy. UNtuthuko Mlaba ongomunye wabaphathi beqembu loMkhambathi FC uthe bayakuqinisekisa ukuthi…

Read More
  • Izindaba

Ibhekene ngeziqu zamehlo imindeni ebanga isidumbu eMsinga

  • May 24, 2026

Sekuqubuke ukungaboni ngasolinye phakathi kwemindeni emibili eMsinga ngenxa yombango wesidumbu. Umndeni wakwaNgubane esigodini saseNzala ukhala ngokuvinjelwa ngumndeni wakwaMweli esigodini sakwaPhakwe ukuthi ungangcwabi isidumbu sikamama wekhaya owamuka ngezimvula ngoFebruary. Ilungu lomndeni…

Read More
  • Izindaba

Injabulo kuvulwa ibhange elikhulu eTugela Ferry Mall eMsinga

  • IBUNDA IZINDABA
  • October 22, 2023
  • 0

uMhlonishwa uMeya uCllr Dr FJ Sikhakhane, noMphathi woMkhandlu Mr SL Sokhela, uMphathi wezimali(CFO) Mr N Mvelase kanye nemenenja ehhovisini likaMeya uMr FB Sithole boMkhandlu kamaspala waseMsinga uMhlonishwa uMeya uCllr Dr…

Read More
  • Ezomasipala

Bathweswe uphaphe legwalagwala abenze kahle kumatikuletsheni

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 1, 2024
  • 0

USodolobha waseDumbe, ukhansela Sibusiso Mkhabela, uthwese uphaphe legwalagwala kwabenze kahle kumatikuletsheni ka 2023, okubalwa othisha kanye nabafundi bezikole zakulomasipala. Emcimbini wokubungaza ukusebenza ngempumelelo kukamatikuletsheni obuthanyelwe izikhulu ezahlukene zomphakathi, uMeya Mkhabela…

Read More
  • Ezemidlalo

Adele Broodryk ukulambele ukuba ngumpetha omusha we Comrades Marathon

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 13, 2024
  • 0

U-Adele Broodryk uthi ukulambela ukunqoba iComrades Marathon, lentokazi iqale ukujima iComrades Marathon ngo 2022 wathola indawo yesithathu. Ngonyaka odlule uthole indawo yesibili elandela uGerda Steyn. Adele Broodryk useke wanqoba Om…

Read More
  • Ezemidlalo

Uzomela iXcel Running Club ku Comrades Marathon owaseMsinga

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 13, 2024
  • 0

U-Ayanda Ngcobo uzomela iXcel Running Club ku Comrades Marathon ngo June kanti lomsubathi wase eMsinga uzoba eqala ukusubatha kuComrades Marathon ngokusemthethweni. Kulindeleke ukuthi ajike izinto ngenxa yomdlandla anawo ngoba esubathela…

Read More
  • Izindaba

Sihaqhwe izinkinga isikhungo sezemfundo ephakeme, iDUT

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 13, 2024
  • 0

Abafundi baseDUT ophikweni lwaseMgungundlovu eNdumiso, bakhala ngobunuku obusezindaweni zangasese nezindawo zokugezela kulesikhungo semfundo yamabanga aphezulu KwaZulu-Natal. Ngokubika kwalabafundi bathi inhlanzeko ayibonwa kulesikhukho ezindlini zangasese kanye nezokugezela, ngoba kuze bezebesebenzise amakhathoni,…

Read More

Ezinye Izindaba

View All
  • Izindaba

Ukukhala nokugedla kwamazinyo koweBucs ne-Orbit

  • IBUNDA IZINDABA
  • May 23, 2026
  • 0

Ngu: Alfred Ngubane IPhini lomqeqeshi we-Orbit College, uKabelo Machete, uthi kuzoba khona ukukhala nokugedla kwamazinyo…

Read More
  • Izindaba

Indida ngekusasa likaZondi okuvela ukuthi ufakwe amasondo

  • Sidlabezi Gumede
  • May 23, 2026
  • 0

Ngu: Sidlabehlezi Gumede Sekuqubuke indida mayelana nekusasa lenkosi Malusi Zondi njengo Shansela weNdlunkulu kaZulu emva…

Read More
  • Izindaba

UMasipala waseMsunduzi umosha izindodla uholela abasebenzi abaphenywayo.

  • IBUNDA IZINDABA
  • May 22, 2026
  • 0

Ngu: Alfred Ngubane | UMasipala waseMsunduzi uchithe ngaphezu kwe-R300 000 ngenyanga eyodwa ekhokhela abasebenzi abamisiwe…

Read More
  • Izindaba

Babizelwe kwiKhabhinathi omasipala abashaya udaka eKZN

  • IBUNDA IZINDABA
  • May 22, 2026
  • 0

Ngu: Alfred Ngubane | Uhulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natal ubize omasipala abanegama elibi lokuchitha kabi imali ukuze…

Read More

Ezemidlalo

View All
  • Ezemidlalo

Kusukela ebuhlungwini kuya enkazimulweni kwiMamelodi Sundowns.

  • May 25, 2026
  • Ezemidlalo

Umhlangano wonyaka we SAFA uhambe kahle

  • May 25, 2026
  • Ezemidlalo

IMamelodi Sundowns ishiye kukhalwa eMorocco ngesikhathi iqopha umlando

  • May 25, 2026

Follow Us On:

Facebook Twitter YouTube
About IBUNDA
Contact Us
Copyright © 2026 IBUNDA NEWS |