
Kutholakale umuntu wesifazane ehlathini lase Richard Bay ngomsombuluko, lona wesifazane utholwe ngabasebenzi lomuntu wesifazane bamthole ukuthi akasakwazi kahle ukukhuluma ngenxa yendlala emkhungethe njengoba ehlala ehlathini.
Ngokuthola ngomunye wabasebenzi ubatshele ukuthi udabuka obuka esigodini sakwa Biyela, kuyanxuswa amalungu omphakathi ukuthi awuhlabe awulawule ukuze akwazi ukushesha athole usizo njengoba nesimo sempilo yakhe singesihle njengoba engumlalandle. Akuqondakali ukuthi ngabe ubekweyini kulelihlathi njengoba kunzima ngisho ukukhuluma.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
