Skip to content
Thursday, May 28, 2026
  • facebook
  • twitter
  • youtube
IBUNDA NEWS
  • Home
  • Izindaba
  • Ezemidlalo
  • Ezomasipala
  • Ezokungcebeleka

Archives

Umseshi wamaphoyisa ubanjwe inkunzi eVerulam KwaZulu Natal
Izindaba

Umseshi wamaphoyisa ubanjwe inkunzi eVerulam KwaZulu Natal

  • January 4, 2024

UWarrant Officer osebenza kwigatsha labaseshi emaphoyiseni aseVerulam uhlaselwe futhi wabanjwa nenkunzi ku-Wick Street khona kulelidolobha. […]

Izinsolo zokuphinga ziholele ekutheni owesilisa waseThekwini agwaze umama nentombi
Izindaba

Izinsolo zokuphinga ziholele ekutheni owesilisa waseThekwini agwaze umama nentombi

  • January 3, 2024

Kumanje amaphoyisa aseThekwini athungatha umsolwa oneminyaka engamashumi amabili ubudala ngemuva kwezinsolo zokuthi ugwaze intombi yakhe […]

UMiddendorp akabulali ubuthongo, obulalwa ngabanye abaqeqeshi
Ezemidlalo

UMiddendorp akabulali ubuthongo, obulalwa ngabanye abaqeqeshi

  • January 3, 2024

Umqeqeshi we Cape Town Spurs Enerst Middendorp umatasa ngokuthungatha abadlali abanohlonzo abazoqinisa ngabo iqembu lakhe […]

Sibambe ufishi omkhulu Sekhukhune United
Ezemidlalo

Sibambe ufishi omkhulu Sekhukhune United

  • January 3, 2024

Iqembu le Sekhukhune United libambe ufishi omkhulu EDmar Ronaldo Kamatuka. odlala ngaphansi kweNamibia Premier Soccer […]

Kuboshwe abazali abashaye kanzima ingane eneminyaka emine eHazelmere, eThekwini
Izindaba

Kuboshwe abazali abashaye kanzima ingane eneminyaka emine eHazelmere, eThekwini

  • January 3, 2024

Amaphoyisa ophiko lweReaction Unit South Africa (RUSA) kanye neSouth African Police Services (SAPS) aphendule ikhwelo […]

INingizimu Afrika ivule icala esigungwini esikhulu samajaji eNhlangano Yezizwe
Ezamazwe omhlaba

INingizimu Afrika ivule icala esigungwini esikhulu samajaji eNhlangano Yezizwe

  • January 3, 2024

INingizimu Afrika Ivula Icala Elimelene no-Israyeli eNkantolo Yezobulungiswa Yamazwe Ngamazwe Ngempi “Yokuqothulwa Kohlanga” eGaza. INingizimu […]

Uma ulala ukwazi ukuya kwezinye izilinganiso zomhlaba
Isintu Sami

Uma ulala ukwazi ukuya kwezinye izilinganiso zomhlaba

  • January 3, 2024

Noma nini lapho ulala, ukwazi kwakho kuya kwezinye izilinganiso nomhlaba. Leli yikhono elikhona yonke indawo. […]

INingizimu Afrika ikhalela umthwebuli wezithombe u-Peter Magubane: Iqhawe elilwa nobandlululo
Izindaba

INingizimu Afrika ikhalela umthwebuli wezithombe u-Peter Magubane: Iqhawe elilwa nobandlululo

  • January 3, 2024

INingizimu Afrika isesimweni sokulila kulandela ukudlula emhlabeni kuka-Peter Magubane, umthwebuli wezithombe ohlonishwayo omoya wakhe wokungayeki […]

UMeya womkhandlu waseMzinyathi unxusa izakhamuzi zase Ntembisweni ukuthi zivikele izigqalazizinda
Ezomasipala

UMeya womkhandlu waseMzinyathi unxusa izakhamuzi zase Ntembisweni ukuthi zivikele izigqalazizinda

  • January 3, 2024

Umphakathi wase Ntembisweni ngaphansi kamasipala wase eMvoti,unxusa usizo kumalungu omphakathi ulwisane nobugebengu.obudalwa ngamalungu omphakathi endaweni […]

Kuzokhiqizwa abadlali beqembu lesizwe le Netball eMabomvini
Ezemidlalo

Kuzokhiqizwa abadlali beqembu lesizwe le Netball eMabomvini

  • January 3, 2024

UNelly Madela ongumgqugquzeli wezemidlalo eMabomvini, useqale uhlelo lokuqala amaqembu eNetball kulezindawo ezilandelayo eMavalane, KwaDolo, eNzalabantu, […]

  • Latest Posts
  • Trending Posts
  • Ezemidlalo

Ukhonjwa eNaturena uMgqithi oshiya i-Arrows

  • May 28, 2026

Ngu: Alfred Ngubane | UManqoba Mgqithi uzoyishiya iGolden Arrows njengoba inkontileka yakhe iphela ngoJune. Lomqeqeshi ukhonjwa kuKaizer Chiefs ukuthi azoba yiphini likaPitso Mosimane. UMgqithi usebenzile noMosimane ku Mamelodi Sundowns banqoba…

Read More
  • Ezemidlalo

UBross umemezele azofolosa ngabo kweyomhlaba

  • May 28, 2026

Ngu: Alfred Ngubane | Umqeqeshi Hugo Broos umemezele abadlali abazomela iqembu lesizwe lakuleli iBafana Bafana eNdebeni yomhlaba ozobanjelwa eMelika, Mexico naseCanada ngoJune.IBafana Bafana yagcina ukudlala eNdebeni yomhlaba ngo-2010. Abadlali sebephelele…

Read More
  • Ezemidlalo

Ukhale ngaphansi uMkhambathi FC ecaleni obulimangalele uMsinga United

  • May 28, 2026

Ngu: Alfred Ngubane | UMsinga United ulinqobile icala ebelifakwe nguMkhambathi FC lokuthi basayina umdlali ngokungekho emthethweni. Umehluleli wecala uthole ukuthi uMkhambathi FC ubunehloso embi yokuvimba ukuthi kungabikho iqembu lesifundazwe saKwaZulu-Natal…

Read More
  • Izindaba

Injabulo bethweswa iziqu abafundi basePetro Connect

  • May 27, 2026

Ngu: Minenhle Mpembe | Iskhwama somshwalense sabangasebenzi, iqondise umkhosi wokuphasiswa kwemfundo kubahlomuli bohlelo lokusebenza kwabasebenzi ababambe iqhaza ohlelweni lokuthuthukisa kwezamabhizinisi eNedbank Park Square eMhlanga. I-Petro Connect isiza ngokunikeza abafundi amakhono…

Read More
  • Ezemidlalo

Ligqabukile igoda kwiChiefs nabaqeqeshi bayo

  • May 27, 2026

Ngu: Alfred Ngubane | IKaizer Chiefs isinqume ukuthi ihlukane nalabo ekade bengabaqeqeshi bayo uKhalil Ben Youssef noCedric Kaze. Labaqeqeshi bafika bengotolika kanye noNasreddine Nabi owayengumqeqeshi waleli qembu. UYoussef noKaze bakhishwa…

Read More
  • Izindaba

Injabulo kuvulwa ibhange elikhulu eTugela Ferry Mall eMsinga

  • IBUNDA IZINDABA
  • October 22, 2023
  • 0

uMhlonishwa uMeya uCllr Dr FJ Sikhakhane, noMphathi woMkhandlu Mr SL Sokhela, uMphathi wezimali(CFO) Mr N Mvelase kanye nemenenja ehhovisini likaMeya uMr FB Sithole boMkhandlu kamaspala waseMsinga uMhlonishwa uMeya uCllr Dr…

Read More
  • Ezomasipala

Bathweswe uphaphe legwalagwala abenze kahle kumatikuletsheni

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 1, 2024
  • 0

USodolobha waseDumbe, ukhansela Sibusiso Mkhabela, uthwese uphaphe legwalagwala kwabenze kahle kumatikuletsheni ka 2023, okubalwa othisha kanye nabafundi bezikole zakulomasipala. Emcimbini wokubungaza ukusebenza ngempumelelo kukamatikuletsheni obuthanyelwe izikhulu ezahlukene zomphakathi, uMeya Mkhabela…

Read More
  • Ezemidlalo

Adele Broodryk ukulambele ukuba ngumpetha omusha we Comrades Marathon

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 13, 2024
  • 0

U-Adele Broodryk uthi ukulambela ukunqoba iComrades Marathon, lentokazi iqale ukujima iComrades Marathon ngo 2022 wathola indawo yesithathu. Ngonyaka odlule uthole indawo yesibili elandela uGerda Steyn. Adele Broodryk useke wanqoba Om…

Read More
  • Ezemidlalo

Uzomela iXcel Running Club ku Comrades Marathon owaseMsinga

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 13, 2024
  • 0

U-Ayanda Ngcobo uzomela iXcel Running Club ku Comrades Marathon ngo June kanti lomsubathi wase eMsinga uzoba eqala ukusubatha kuComrades Marathon ngokusemthethweni. Kulindeleke ukuthi ajike izinto ngenxa yomdlandla anawo ngoba esubathela…

Read More
  • Izindaba

Sihaqhwe izinkinga isikhungo sezemfundo ephakeme, iDUT

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 13, 2024
  • 0

Abafundi baseDUT ophikweni lwaseMgungundlovu eNdumiso, bakhala ngobunuku obusezindaweni zangasese nezindawo zokugezela kulesikhungo semfundo yamabanga aphezulu KwaZulu-Natal. Ngokubika kwalabafundi bathi inhlanzeko ayibonwa kulesikhukho ezindlini zangasese kanye nezokugezela, ngoba kuze bezebesebenzise amakhathoni,…

Read More

Ezinye Izindaba

View All
  • Izindaba

UPhakelumthakathi usefuna ukubutha abesilisa ahlala emgwaqeni

  • IBUNDA IZINDABA
  • May 24, 2026
  • 0

Ngu Minenhle Mpembe Omunye wabaholi beMarch and March uPhakelumthakathi Ndabandaba uhole umkhuleko obubanjelwe eKing Dinuzulu…

Read More
  • Izindaba

Udilika neminyaka engu-45 kowabulala

  • IBUNDA IZINDABA
  • May 23, 2026
  • 0

I-National Prosecuting Authority (NPA) iyasemukela isigwebo sikadilikajele neminyaka ewu-45 esitholwe wuPeterson Booysen eNkantolo yesiFunda eNtuzuma…

Read More
  • Izindaba

‘Angifuni iPirates Ibhekane nalokho esakwenza kuChiefs’ – Ngubane.

  • IBUNDA IZINDABA
  • May 23, 2026
  • 0

Ngu: Alfred Ngubane | Ingwazi yeBush Bucks, uMlungisi Professor Ngubane, uthe inhliziyo yakhe ayisoze yathanda…

Read More
  • Izindaba

Ukukhala nokugedla kwamazinyo koweBucs ne-Orbit

  • IBUNDA IZINDABA
  • May 23, 2026
  • 0

Ngu: Alfred Ngubane IPhini lomqeqeshi we-Orbit College, uKabelo Machete, uthi kuzoba khona ukukhala nokugedla kwamazinyo…

Read More

Ezemidlalo

View All
  • Ezemidlalo

Ukhonjwa eNaturena uMgqithi oshiya i-Arrows

  • May 28, 2026
  • Ezemidlalo

UBross umemezele azofolosa ngabo kweyomhlaba

  • May 28, 2026
  • Ezemidlalo

Ukhale ngaphansi uMkhambathi FC ecaleni obulimangalele uMsinga United

  • May 28, 2026

Follow Us On:

Facebook Twitter YouTube
About IBUNDA
Contact Us
Copyright © 2026 IBUNDA NEWS |