
Umphakathi wase Ntembisweni ngaphansi kamasipala wase eMvoti,unxusa usizo kumalungu omphakathi ulwisane nobugebengu.obudalwa ngamalungu omphakathi endaweni yase Ntembisweni, kuntshontshwe injini yokudansa amazi, ukuze abantu bawaphuze bawashe ngawo. njengoba amanzi ayisidingo ngqangi kumuntu, lezigilamkhuba zase eNtembisweni zicekela phansi izigqalazizinda nemphahla yomphakathi,kusho ilungu lomphakathi encinze IBunda, khona manjalo uMeya womkhandlu waseMzinyathi uPetros Ngubane ukhuza umphakathi ngokugodla izigilamkhuba, ungazibophi njengoba kuwona onenkinga yamanzi, umphakathi kumele kube yiwona ovikela izinqalazinda, ngoba umkhandlu wethu eMzinyathi uyawenza umsebenzi, kumanje kunezindawo ezingenawo amanzi, esilwela ukuthi zibe nawo amanzi, manje mangabe kukhona abantu abanawo kodwa abahlulwa ukuwavikela bona, kusho ukuthi ngeke phela abanye abantu bawathole, ngoba kuzomele sigide ndawonye, ngiyanixwayisa mphakathi ukuthi zifundiseni ukuvikela izinqalazinda ezifana namanzi, ugesi, izinti ze Network, yizikole, nemtholampilo, ngoba lezinto ziyimpilo yemihla yamalanga, Ngubane uhambisa intuthuko ezakhamuzini zase Mzinyathi ngesizini, ehambisana nomeya bomasipala abangaphansi komkhandlu wase Mzinyathi, uDr Felinkosi Sikhakhane ongumeya wase Msinga, nabanye,
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
