
Ngu: Alfred Ngubane |
IKaizer Chiefs isinqume ukuthi ihlukane nalabo ekade bengabaqeqeshi bayo uKhalil Ben Youssef noCedric Kaze.
Labaqeqeshi bafika bengotolika kanye noNasreddine Nabi owayengumqeqeshi waleli qembu.
UYoussef noKaze bakhishwa ngesango nje basebenze kakhulu njengoba bekwaze ukuqedisa iChiefs endaweni yesithathu kulogi, ngesizini edlule ibiqede endaweni ye-9.
Labaqeqeshi babambe iqembu emva kokuhamba kukaNasreddine.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
