SIWE SHOZI | Umdlalo weKaizer Chiefs ne-Orlando Pirates namuhla eFNB Stadium obekubhekwe ukuthi kuwo kube nemvula yamagoli...
Ezemidlalo
SIWE SHOZI | USIZI belubhalwe ebusweni kubadlali beBaroka FC egawulwe izembe kwiMotsepe Foundation Championship. Umdlalo wanamuhla iwona...
Umqeqeshi woMsinga United Ladies uLethiwe Tina Mthethwa ukholwa ukuthi manje sekuyisikhathi esihle sebhola labesifazane. “Sinabadlali abadlali abanekhono...
UWelcome Mpanza onguSihlalo woMsinga United nePhini likaMengameli weSAFA eMzinyathi District uthi bazibophezele ekuthuthukiseni ibhola esifundeni sabo. UMpanza...
SIWE SHOZI | IFNB Stadium kulindeleke ukuthi igcwale phama abalandeli njengoba kuzobhekana EzikaMagebhula naMakhosi kowe Soweto Derby...
USabelo Mkhonto Cebekhulu owayengumpetha weWBF International uzofulathela iKZN alibangise eGauteng lapho eyobhekana khona nembangi yakhe uTisetso Makitinca....
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso ugxeke umdlali wakhe wasemuva uKhulumane Ndamane ngokudlala kabi nokuholele ekutheni kube nephenathi...
URoger De Sa uqinisekisile imibiko ethi uzojoyina uCarlos Queiroz njengo msizi wakhe omusha kwi-Black Stars yase-Ghana. Ekhuluma...
Umdlali we-DHL Stormers ne-Springboks -uSacha Feinberg-Mngomezulu, uthi akumphathi nakancane kabi ukugxekwa akuthola ezinkundleni zokuxhumana. Ekhuluma ngesikhathi iqembu...
UMsinga United, uzodlala umdlalo onzima kakhulu ngomgqibelo eNewcastle, njengoba uzophinde utholane phezulu futhi ne-Chess FC, kodwa manje...
