Umculi uMduduzi Ncube usegonyuluke okokuqala ngqa ngokushiya kwakhe Inkabi Records. “Indaba emqoka edale ukungezwani nokungaboni ngaso linye...
IBUNDA IZINDABA
Liboshiwe iphoyisa likaMasipala weTheku ngezinsolo zokuthi belithaths intshontsho kumalungu omphakathi liphinde liwathembise imisebenzi embuthweni. UConstable Zwile Ximba,...
Kunezikhalo nezinsolo zokuthi izikhulu zamaphoyisa ziyathinteka embonini yamatekisi nokuthi zona nabashade nabo noma abalingani bazo basebenziswa njengabanikazi...
Amaphoyisa asebophe umfundi ona 22, ovela kwividyo esabalale ezinkundleni zokuxhumana, eshaya uthisha wesifazane osayisitsudeni. Amaphoyisa aseqinisekisile ukuthi...
Umuntu waseNingizimu Afrika osebenzayo ukhokha cishe ingxenye yemali yakhe kuhulumeni. Umuntu ojwayelekile waseNingizimu Afrika ohola u-R30,000 ngenyanga...
UNgqongqoshe wezoMhlaba nokuThuthukiswa kweziNdawo zaseMakhaya, uMnuz Mzwanele Nyhontso, usejube ithimba lakhe lezomthetho ukuthi lithathele izinyathelo omunye wabaholi...
Usayitsheni wamaphoyisa ozinze esangweni lasemngceleni waseLebombo ophithizelayo uboshwe oKlebe ngenkohlakalo. Leli phoyisa, elineminyaka engu- 42, kusolakala ukuthi...
IKhomishana kaMadlanga idalule izinsolo zokugqugquzela uKhan ngokusabisa intatheli uYusuf Abramjee. Imiyalezo kaWhatsApp ekhishwe njengobufakazi kwi#MadlangaCommission iveze ukuthi...
Sekuphele izinsuku ezingu-82, amanyuvesi enqaba ukuletha uhlu lwabantu abaqashiwe abavela kwamanye amazwe. Iyashisa insimbi kuSihlalo weKomidi lePhothifoliyo...
I-ANC isale ikhuluma nezihlalo kanye namatafula angenamuntu emcimbini weGala Dinner obuseThekwini, kuMasipala weTheku izolo ebusuku. Yize bekulindelwe...
