Obengumholi weqembu le-IFP eMsinga uselaxaze leliqembu, wajoyina iMK Party, kulandela ukuhlulwa kabili okhethweni lohulumeni basekhaya. UBilly Mbokazi...
IBUNDA IZINDABA
IKwaZulu-Natal Boxing Federation ikhethe ubuholi bayo obusha. USandile Vilakazi uzoqhubeka nokuba ngusihlo wale nhlangano, uBheki Mngomezulu yena...
Umqeqeshi wePanama, uThomas Christiansen, uncome kakhulu abadlali abaningi beBafana Bafana ngemuva komdlalo wabo wobungani wesibili, ekhipha uRelebohile...
Amaphoyisa abophe abokufika kuleli abangu-15 kanye nomqashi ngesikhathi egasela ezinkampanini ezithile eChatsworth, eThekwini. Lokhu kuze emva kombhidlango...
Ziyaqonga izinkinga kwiMeya ye-IFP eNdumeni uMcebo Mkhize njengoba sekuvela ukuthi ubefuna amavenge kusonkontileka obefaka ugesi ezindaweni zasemakhaya...
Amaphoyisa Abophe abasolwa abahlanu ngokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni eMandeni. Lokhu kwenzeke ngesikhathi amaphoyisa enza umkhankaso wokubheka izimoto...
Kuboshwe abasolwa abayisishagalombili ngezinsolo zokuthumba umuntu waseChina nokufuna u-R15million eKokstad. Lomkhankaso wokuhlenga ubuhlanganisa izikhungo eziningi kanti uholele...
E-East London, kutholakale okuphazamisayo nosekuqubule ulaka lomphakathi njengoba kutholwe izidakamizwa zifihliwe phakathi kwephakethe lama-chips esitolo sendawo sowokufika....
Umongameli osanda kukhethwa waseBotswana, uDuma Boko, usememezele izinhlelo zokubhalisa ngokusemthethweni izizalwane zeZimbabwe ezihlala kuleliyazwe ngokungemthetho. Ekhuluma nebezindaba...
Inhlangano engenzi nzuzo ezibiza ngokuthi “I’M A PATRIOT” (ngithanda izwe lethu), isifake isicelo esiqinile ePhalamende, inxusa ukuba...
