UKhethelo Mlaba, umfundi wesikole samabanga aphansi eMlazi uqokwe yiChess SA ukuyomela iNingizimu Africa emdlalweni yeYouth Chess Championships...
Ezemidlalo
UMsinga United uzobhekana neTika Taka Sport Academy emdlalweni womkhumulajezi wePirates cup eGoli namuhla. UMsinga ukugwemile ukuhlangana ne-Orlando...
IMamelodi Sundowns iqhubekile nomgqigqo wayo wokungahlulwa emdlalweni yeBetway Premiership ngesikhathi ibhaxabula kabuhlungu iChippa United ngo 4-1 eLoftus...
U-Esrom Nyandoro, owayengukaputeni we-Warriors utshele izihambeli ebezithamele ukuqhathwa kwamaqembu, wathi kumele zilindele izinga eliphezulu kakhulu kumqhudelwano wezikole...
UMsinga United U21 usuphendule iGauteng yaba yikhaya lawo lesibili njengoba kuqhubeka imidlalo yePirates Cup. I-United uqhobozele kabuhlungu...
U-Iqraam Rayners ongumgadli we Mamelodi Sundowns ongalibheki ipali uthi babheke umdlalo onzima kuChippa United. Lo mdlalo uzoba...
IKaizer Chiefs ibheke ukugcina ifomu yayo enhle yakamuva yokunqoba kabili imidlalo ilandelana. Amakhosi anqoba kuDurban City ne...
IKwaZulu-Natal Boxing Federation ikhethe ubuholi bayo obusha. USandile Vilakazi uzoqhubeka nokuba ngusihlo wale nhlangano, uBheki Mngomezulu yena...
I-Kaizer Chiefs yethule ngokusemthethweni iqembu layo labesifazane. Leli qembu lizokwaziwa nge-Kaizer Chiefs Ladies. IChiefs ibonisa ukuzinikela kwayo...
Umqeqeshi wePanama, uThomas Christiansen, uncome kakhulu abadlali abaningi beBafana Bafana ngemuva komdlalo wabo wobungani wesibili, ekhipha uRelebohile...
