UMengameli uCyril Ramaphosa usesamukele isicelo sika-Advocate Andrea Johnson sokushiya esikhundleni ngokushesha njengoMqondisi Ophenyayo we-Investigating Directorate Against Corruption...
IBUNDA IZINDABA
Umholi we-March and March, uJacinta Ngobese Zuma, ucele obala uMongameli Cyril Ramaphosa ukuba abuyisele uDkt. Aaron Motsoaledi...
IMeya ephethe uMasipala Wesifunda saseMzinyathi, uKhansela Thembisile Mchunu, kanye neNkosi Zuzifa Buthelezi (oyiLungu lePhalamende), bethule ngokusemthethweni umjaho...
Sekuvele ukuthi ukudluliselwa kodaba okwaholela ekuboshweni kukaGeneral Dumisani Khumalo kwabangelwa yincwadi evela ehhovisi likaNgqongqoshe wamaPhoyisa omiswe emsebenzini,...
UNgqongqoshe Wezempilo uDkt Aaron Motsoaledi uthi uyakwemukela ukuthathwa kwempahla engu-R326 Million, kodwa uthi labo abaphanga isibhedlela saseTembisa...
Umsebenzi ohlanganyelwe phakathi kwamaphoyisa e-SAPS, i-Western Cape Liquor Authority kanye ne-SARS Customs Unit, uholele ekubanjweni kwenqwaba yotshwala...
UMntwana u-Ishwar Ramlutchman uMabheka Zulu useqokwe ezikhundleni ezimbili zobuholi eNdlunkulu kaZulu kanye nakuHulumeni waKwaZulu-Natal. UNdunankulu wase-KZN uThami...
UNdunankulu waKwaZulu-Natali (KZN) uThami Ntuli umemezele ukuthi uzonyua ngo-R28.7 million imali ye-Zulu Royal Household Trust ngonyaka wezimali...
Isibhedlela iNgwelezane Tertiary eMpangeni enyakatho yeKwaZulu-Natali sithi asisenazo imibhede yeziguli, futhi ngenxa yalokho, ezinye iziguli kufanele zilinde...
Owesifazane waseNingizimu Afrika obesesikhungweni sokubuyiselwa kwabantu eMusina nesoka lakhe, Ubanjwe ezama ukusebenzisa uhlelo lokubuyiselwa kwabantu bakufika ukuze...
