
I-South African National Blood Service (SANBS) inxuse umphakathi ukuthi unikele ngegazi, njengoba inani legazi elitholakala ezweni lehle lafika ezingeni elibucayi ngaphambi kwesikhathi samaholide kaKhisimusi.
Le nhlangano ithi inani legazi eliqoqwa nsuku zonke lisaphansi kakhulu njengoba kunamayunithi angu-3 500 adingekayo ukuze kuhlangatshezwane nesidingo.
I-SANBS ixwayisa ngokuthi lokhu kushoda kungaphazamisa ukutholakala kwegazi elisetshenziswa ezimeni eziphuthumayo, kubantu abalimele ezingozini.
South Africa, we need your help! Blood collections are falling behind demand, putting increasing pressure on the national blood supply. SANBS needs to collect 3,500 units of blood every day to meet patients’ needs and maintain the ideal five-day blood supply for hospitals. Your donation can help ensure blood is available when patients need it most. Donate blood today and #BeTheLifeline.
— The SANBS (@theSANBS) October 17, 2026
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
