Umqondisi woMnyango waKwaPublic Works ohlelweni lwe-Extended Public Works Programme (EPWP), akawuvalanga umlomo ebabaza ikhono nokuzimisela kwabaqeqeshwa uMasipala...
Ezomasipala
Linyuke ngengiya eliphezulu izinga lokuphasa ezikolweni zaseMsinga njengoba ngonyaka owedlule bethole u87,5% zisuka ku84,2% wangonyaka ka 2022....
Sithelekile namuhla Isitimela sezempilo sakwa Transnet eMgungundlovana. Lesitimela esibizwa nge Phelophela Healthcare Train sitheleka namuhla lesitimela siphuma...
Usodolobha wase Dumbe uhambele lezakhamuzi ngenhloso yokugqugquzela izakhamuzi ngokushaya omazisi phecelezi ID. Uphinde wabamba iqhaza elikhulu lokusiza...
IMeya yeDolobha laseMhlathuze uXolani Ngwezi ichaza ukuthi abasebenzi bakamasipala bahola kanjani isikhathi esengeziwe. Uthe bavame ukubizwa ngezinkinga...
IDemocratic Alliance (DA) isole iMeya yaseKurhuleni, uSivuyile Ngodwana, iMenenja yeDolobha uDkt Imogen Mashazi, kanye ne-MMC yezezimali uNkululeko...
USodolobha kamasipala wase Nquthu uLindokuhle Shabalala uhalalisele abafundi abaphothule ibanga leshumi kanti uMeya uphinde wabahalalisa nangezipho ngemzisebenzi...
UMnyango wezeziMali kuMasipala wesiFunda uThukela uhlele waphinde wabamba iProcurement Indaba eLadysmith Crown Hotel izolo. Kulo mcimbi bekukhona...
IKwaZulu-Natal CoGTA isinqume ukuthi iphinde ifake ngaphansi kokuphatha umasipala waseBaqulusi (Vryheid) ophethwe yi-IFP onezinkinga. Umnyango uthe lokhu...
USodolobha waseDumbe, ukhansela Sibusiso Mkhabela, uthwese uphaphe legwalagwala kwabenze kahle kumatikuletsheni ka 2023, okubalwa othisha kanye nabafundi...
