Abakhokhi bentela bathi uMasipala uMsunduzi wawubathembise ukuthi zizosulwa izikweletu zabo kodwa lokho akwenzekanga. Amalungu e-Greater Edendale Ratepayers...
Ezomasipala
UMHOLI we-EFF uJulius Malema ukhwele wadilika kuMenenja yeDolobha kumasipala weTheku, uMusa Mbhele, wathi udidekile, uzithwele futhi usememezele...
Idolobha laseMhlathuze eliholwa yi-IFP ogwini olusenyakatho lihlomule ngezindondo ezine emcimbini wokuklomelisa omasipala abasebenze kanzima futhi abasezingeni eliphezulu...
USIHLALO weSouth African Local Government Association KwaZulu-Natal (SALGA), uMnuz Thami Ntuli, uthi isikweletu sikahulumeni (sama-rates, amanzi nogesi)...
IMeya ye-IFP kamasipala waseBaqulusi (Vryheid) enyakatho neKwaZulu-Natal ichaza ukuthi ukuxhunywa kukagesi ngokungemthetho kuyiphazamisa kanjani imali yabo. USifiso...
Uhlelo lwamapayipi amanzi aseJozini olubiza u-R133 million lusaqhubeka futhi kanti amakhilomitha angu-15 kwangu-9 000 asemisiwe ngaphansi komhlaba....
Izimpi zamaqembu e-ANC kumasipala waseMzumbe eningizimu yeKwaZulu-Natal zilahlekisele umasipala ophethe ugu. Lokhu kungemuva kokuthi namuhla uMnuz Mlungisi...
Kusukume, kwakikiza ngisho esinedolo ngesikhathi izakhamuzi zikaMasipala wesifunda Inkosi Langalibalele ikakhulukazi ezindaweni zasemakhaya, ngesikhathi iMeya yesifunda sasoThukela...
Ubuphume ngobuningi umphakathi waku ward2 ngesikhathi uzozibonela futhi uphinde uzizwele ngokwakuthenjiswe uMhlonishwa uMeya ngonyaka ophelile. UMeya ubevakashele...
IMeya kamasipala wesifunda sasoThukela enyakatho yeKwaZulu-Natal, iNkosi Ntandoyenkosi Shabalala, ithi indawo yokuhlanza imfucuza yase-Weenen isizoqalwa kabusha ngemuva...
