Umdlali wasemuva weBafana Bafana welula inkontileka kwiDowns. IMamelodi Sundowns isebenzise inketho enkontilekeni kaGrant Kekana ngomunye unyaka, ngokusho...
Ezemidlalo
ICape Town Spurs inezingxoxo zokudayiswa komdlali wasesiswini u-Asanele Velebayi neKaizer Chiefs ngaphambi kwesizini entsha, ngokusho kweSABC Sport....
Lowo owayengumqeqeshi waMaZulu FC kanye neMarumo Gallants, uRomain Folz, usejoyine iMamelodi Sundowns njengesekela lomqeqeshi, ngokusho kwe- iDiski...
Lowo owayengumdlali weKaizer Chiefs, uKeagan Dolly, kubikwa ukuthi usekhangwe AmaZulu, ngokusho kwemibiko yakamuva. UDolly ubemataniswa neSuperSport United...
Ungqongqoshe wezeMidlalo, ezobuCiko namaSiko, uGayton McKenzie, usethathe isinqumo esiwujuqu ngokuthi amaqembu esizwe awabantu hhayi awezinhlangano zokusakaza. Ephendula...
Emzamweni wokuqhakambisa izinga lezemidlalo eNingizimu Afrika, uNgqongqoshe wezeMidlalo uGayton McKenzie wenze isibindi sokubuyisela umjaho weFormula 1 kuleli...
Kubukeka sanda isibalo sabadlali abalimele eqenjini leKaizer Chiefs njengoba umdlali wasemuva weKaizer Chiefs, u-Edmilson Dove, esejoyine uhlu...
Umdlali wasesiswini weKaizer Chiefs, uSiyethemba Sithebe, uzwakalise ukubonga ngempatho yeqembu ngesikhathi esaphethe. USithebe uchithe amasizini amabili eNaturena...
IMamelodi Sundowns kanye nomqeqeshi uRulani Mokwena kungenzeka bahlukane phakathi phakathi kwezinxushunxushu. Ngokwemibiko, iMamelodi Sundowns nomqeqeshi uRulani Mokwena...
Emqhudelwaneni wama-Super Eights obuse-Sir Vivian Richards Stadium e-Antigua, i-South Africa ithole indawo kuma-semifinal eNdebe Yomhlaba wonke ye-T20...
