Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena, u-Asekho Tiwani weSekhukhune United nomdlali wasemuva weChippa United uSinoxolo Kwayiba bahlomule ngezindondo...
Ezemidlalo
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena noSead Ramovic weTS Galaxy bake baba sempini yamagama kusukela ngo-Okthoba 2023 lapho...
Lowo owayengumdlali weKaizer Chiefs, uStanton Fredericks, usecebise iStellenbosch FC ukuthi izofinyelela kowamanqamu weNedbank Cup. IStellenbosch izibekisele indawo...
‘IMamelodi Sundowns ifuna uMosimane abuye, uMokwena ngeke akwazi ukunqoba iCaf Champions League ngabadlali ababiza izimali ezishisiwe. Ingxenye...
Yonke indaba ethi “I Blew It” inento efanayo, okuwubudedengu kwabantu abasuke bethole izigidigidi zemali ngoba izinto ezihamba...
Owayengumpetha womhlaba wesibhakela ophinde abe nesithandwa sezemidlalo yaseNingizimu Afrika uDingaan “Rose of Soweto” Thobela utholwe eshonile efulethini...
Izindaba zokuboshwa kukaPhakamani Mahlambi ngoLwesibili zishaqise umphakathi webhola laseNingizimu Afrika. Lo mdlali owayedlalela iMamelodi Sundowns, owadedelwa ngebheyili...
USiya Kolisi uhlonishwe ngokuba sohlwini lwe-Time’s 100 Most Influential People. USiya Kolisi ubalwe phakathi kwabantu abanethonya kakhulu...
UReuben Kamanga ongusekela mengameli webhola lase Zambia ubehambisana nezikhulu zebhola lase Zambia okubalwa kuzona no Clifford Mulenga...
UMusa Nyatama oyibamba lomqeqeshi ku Moroka Swallows FC uthi balungele ukugwema izembe nokudlala imidlalo yokuhlungu. Abadlali bethu...
