Skip to content
Saturday, May 23, 2026
  • facebook
  • twitter
  • youtube
IBUNDA NEWS
  • Home
  • Izindaba
  • Ezemidlalo
  • Ezomasipala
  • Ezokungcebeleka

Archives

Izindawo zokudlela zihlawuliswe izigidi nguMnyango wazabasebenzi
Izindaba

Izindawo zokudlela zihlawuliswe izigidi nguMnyango wazabasebenzi

  • October 7, 2024

UMnyango Wezabasebenzi uhlawulise izigidi ezingu-R10 waphinde wabopha abantu abavela kwamanye amazwe abangama-81 abangekho emthethweni ezindaweni […]

Kushone abasolwa abathathu ngesikhathi bedubulana namaphoyisa KwaZulu-Natal
Izindaba

Kushone abasolwa abathathu ngesikhathi bedubulana namaphoyisa KwaZulu-Natal

  • October 7, 2024

Kubulawe abasolwa abathathu ngokubulala nokuntshontsha abantu ngesikhathi bedubulana namaphoyisa KwaZulu-Natal Kudutshulwe kwabulawa abasolwa abathathu abebefunwa […]

Kuhlaselwe ilungu lePhalamende le-EFF eThekwini
Izindaba

Kuhlaselwe ilungu lePhalamende le-EFF eThekwini

  • October 7, 2024

Ngesikhathi ehambele eDurban Beach Front, ilungu le-EFF ePhalamende uMazwi Blose kubikwa ukuthi uhlaselwe onogada nabahlengi […]

UMcKenzi uthembisa ukuxhasa iHip Hop yaseMzansi ngo 12 Million
Ezokungcebeleka

UMcKenzi uthembisa ukuxhasa iHip Hop yaseMzansi ngo 12 Million

  • October 7, 2024

UNgqongqoshe uGayton McKenzie wenze isithembiso sika-R12 million ekuthuthukiseni i-Hip Hop eNingizimu Afrika. UNgqongqoshe Wezemidlalo, Wezobuciko […]

Ashaqe izidakamizwa abopha nabaolwa amaphoyisa aseManenberd
Izindaba

Ashaqe izidakamizwa abopha nabaolwa amaphoyisa aseManenberd

  • October 7, 2024

Amaphoyisa aseManenberg, eWestern Cape, enze igxathu elibalulekile ekulweni nokushushumbiswa kwezidakamizwa ngokushaqa izidakamizwa zenani lika-R500 000 […]

Konke sekumi ngomumo ku-UGU International Film Festival
Ezokungcebeleka

Konke sekumi ngomumo ku-UGU International Film Festival

  • October 7, 2024

Maka ikhalenda yakho bese ucupha nesikhathi ngoba i-Ugu International Film Festival isithelekile ngezinkani, le festivali […]

Kushone umsolwa ngemuva kokudubulana namaphoyisa aseKZN
Izindaba

Kushone umsolwa ngemuva kokudubulana namaphoyisa aseKZN

  • October 7, 2024

Kushone umsolwa ngemuva kokudubulana namaphoyisa aseKZN namaqembu onogada eNingizimu yeTheku. Ithimba belithungatha iToyota Fortuner eyebiwe […]

Amaphoyisa athoe izibhamu ezingu-329 eKZN
Izindaba

Amaphoyisa athoe izibhamu ezingu-329 eKZN

  • October 7, 2024

Kutholwe izibhamu ezingamakhulu amathathu namashumi amabili nesishiyagalolunye (329), kanti ezingamashumi amabili kuzo ezasekhaya kanye nezibhamu […]

“Abathole udilikajele abakhwabanisa ngomazisi baseNingizimu Afrika” umholi we-ATM
Izindaba

“Abathole udilikajele abakhwabanisa ngomazisi baseNingizimu Afrika” umholi we-ATM

  • September 27, 2024

UMholi we-African Transformation Movement (ATM), uVuyo Zungula, usephakamise ukuthi noma yimuphi umuntu waseNingizimu Afrika olahlwe […]

I-Tshwane ifaka uEdwin Sodi ohlwini lwe-Blacklist ngele-Rooiwaal
Izindaba

I-Tshwane ifaka uEdwin Sodi ohlwini lwe-Blacklist ngele-Rooiwaal

  • September 27, 2024

IDolobha laseTshwane seliluvuselele kabusha uhlelo lokufaka ohlwini lwabangavumelekile usomabhizinisi u-Edwin Sodi kanye nezinkampani zakhe, kulandela […]

  • Latest Posts
  • Trending Posts
  • Izindaba

Udilika neminyaka engu-45 kowabulala

  • May 23, 2026

I-National Prosecuting Authority (NPA) iyasemukela isigwebo sikadilikajele neminyaka ewu-45 esitholwe wuPeterson Booysen eNkantolo yesiFunda eNtuzuma emuva kokuthi elahlwe ngamacala amathathu okubulala nokuzama ukubulala.UBooysen wayehlala eMaoti kanti umufi wokuqala wayewumakhelwane wakhe.…

Read More
  • Izindaba

‘Angifuni iPirates Ibhekane nalokho esakwenza kuChiefs’ – Ngubane.

  • May 23, 2026

Ngu: Alfred Ngubane | Ingwazi yeBush Bucks, uMlungisi Professor Ngubane, uthe inhliziyo yakhe ayisoze yathanda ukubona i-Orlando Pirates ibhekane nalokho abakwenza kuKaizer Chiefs ngo-1987, lapho bayiphuca isicoco seligi ngosuku lokugcina.…

Read More
  • Ezemidlalo

Ziyaveva izikhulu zebhola eKZN ngokubizwa ngezigebengu

  • May 23, 2026

Ngu: Alfred Ngubane Osihlalo bamaqembu adlala ku-ABC Motsepe League KwaZulu-Natal babhodla umlilo ngenkulumo eyenziwe nguNtuthuko Cream Mlaba ongomunye wabaphathi boMkhambathi FC kuKhozi Fm lapho ebize khona izikhulu zebhola ngezigebengu. Osihlalo…

Read More
  • Izindaba

Ukukhala nokugedla kwamazinyo koweBucs ne-Orbit

  • May 23, 2026

Ngu: Alfred Ngubane IPhini lomqeqeshi we-Orbit College, uKabelo Machete, uthi kuzoba khona ukukhala nokugedla kwamazinyo ngemuva komdlalo wabo ne-Orlando Pirates namuhla. "Sizoya kokulwa sifele enkundleni asizoba ngobhanana. Izinyembezi ziyogeleza khona,…

Read More
  • Ezemidlalo

Sibhekwe ngabomvu isinqumo ecaleni loMsinga noMkhambathi

  • May 23, 2026

Ngu: Alfred Ngubane | USihlalo woMsinga United uWelcome Mpanza uthi bazowamukela umphumela wecala noma ngabe uthini. "Mangabe lingilahlile ngizokwemukela mangabe lingithethile ngizokwemukela," kusho uMpanza. Kulindeleke ukuthi isinqumo somxazululii ophethe udaba…

Read More
  • Izindaba

Injabulo kuvulwa ibhange elikhulu eTugela Ferry Mall eMsinga

  • IBUNDA IZINDABA
  • October 22, 2023
  • 0

uMhlonishwa uMeya uCllr Dr FJ Sikhakhane, noMphathi woMkhandlu Mr SL Sokhela, uMphathi wezimali(CFO) Mr N Mvelase kanye nemenenja ehhovisini likaMeya uMr FB Sithole boMkhandlu kamaspala waseMsinga uMhlonishwa uMeya uCllr Dr…

Read More
  • Ezomasipala

Bathweswe uphaphe legwalagwala abenze kahle kumatikuletsheni

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 1, 2024
  • 0

USodolobha waseDumbe, ukhansela Sibusiso Mkhabela, uthwese uphaphe legwalagwala kwabenze kahle kumatikuletsheni ka 2023, okubalwa othisha kanye nabafundi bezikole zakulomasipala. Emcimbini wokubungaza ukusebenza ngempumelelo kukamatikuletsheni obuthanyelwe izikhulu ezahlukene zomphakathi, uMeya Mkhabela…

Read More
  • Ezemidlalo

Adele Broodryk ukulambele ukuba ngumpetha omusha we Comrades Marathon

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 13, 2024
  • 0

U-Adele Broodryk uthi ukulambela ukunqoba iComrades Marathon, lentokazi iqale ukujima iComrades Marathon ngo 2022 wathola indawo yesithathu. Ngonyaka odlule uthole indawo yesibili elandela uGerda Steyn. Adele Broodryk useke wanqoba Om…

Read More
  • Ezemidlalo

Uzomela iXcel Running Club ku Comrades Marathon owaseMsinga

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 13, 2024
  • 0

U-Ayanda Ngcobo uzomela iXcel Running Club ku Comrades Marathon ngo June kanti lomsubathi wase eMsinga uzoba eqala ukusubatha kuComrades Marathon ngokusemthethweni. Kulindeleke ukuthi ajike izinto ngenxa yomdlandla anawo ngoba esubathela…

Read More
  • Izindaba

Sihaqhwe izinkinga isikhungo sezemfundo ephakeme, iDUT

  • IBUNDA IZINDABA
  • February 13, 2024
  • 0

Abafundi baseDUT ophikweni lwaseMgungundlovu eNdumiso, bakhala ngobunuku obusezindaweni zangasese nezindawo zokugezela kulesikhungo semfundo yamabanga aphezulu KwaZulu-Natal. Ngokubika kwalabafundi bathi inhlanzeko ayibonwa kulesikhukho ezindlini zangasese kanye nezokugezela, ngoba kuze bezebesebenzise amakhathoni,…

Read More

Ezinye Izindaba

View All
  • Izindaba

UMasipala waseMsunduzi umosha izindodla uholela abasebenzi abaphenywayo.

  • IBUNDA IZINDABA
  • May 22, 2026
  • 0

Ngu: Alfred Ngubane | UMasipala waseMsunduzi uchithe ngaphezu kwe-R300 000 ngenyanga eyodwa ekhokhela abasebenzi abamisiwe…

Read More
  • Izindaba

Babizelwe kwiKhabhinathi omasipala abashaya udaka eKZN

  • IBUNDA IZINDABA
  • May 22, 2026
  • 0

Ngu: Alfred Ngubane | Uhulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natal ubize omasipala abanegama elibi lokuchitha kabi imali ukuze…

Read More
  • Izindaba

Udilikajele kowesilisa owadlwengula ingane

  • Sidlabezi Gumede
  • May 21, 2026
  • 0

INkantolo yesiFunda eLadysmith igwebe indoda eneminyaka ewu-31 udilikajele ngokudlwengula ingane. Umgilwa wayeneminyaka ewu-13 ngesikhathi kuqala…

Read More
  • Izindaba

OweTheku ubabaza umuga wokugeleza kwendle edolobheni

  • IBUNDA IZINDABA
  • May 20, 2026
  • 0

Ngu: Minenhle Mpembe | UMasipala waseThekwini ukuchaze njengeshwa ukugeleza kwendle edolobheni. INhloko oPhikweni lamanzi eThekwini…

Read More

Ezemidlalo

View All
  • Ezemidlalo

Ziyaveva izikhulu zebhola eKZN ngokubizwa ngezigebengu

  • May 23, 2026
  • Ezemidlalo

Sibhekwe ngabomvu isinqumo ecaleni loMsinga noMkhambathi

  • May 23, 2026
  • Ezemidlalo

OwoMkhambathi ukhala ngezikhulu zebhola eziyizigebengu

  • May 23, 2026

Follow Us On:

Facebook Twitter YouTube
About IBUNDA
Contact Us
Copyright © 2026 IBUNDA NEWS |