I-South African Social Security Agency (SASSA) ibuyekeza izinsuku zokukhokhwa kwezibonelelo zomphakathi zenyanga kaNovember ngenxa yokhetho lohulumeni basekhaya...
IBUNDA IZINDABA
UPope Leo XIV uhlinzwe esifubeni eGemelli Hospital ngoLwesibili ntambama, njengoba bekuhleliwe, ngokusho kwesitatimende esikhishwe yi-Holy See Press...
Isicelo sebheyili esesithathe isikhathi eside sowayenguKhomishana wamaPhoyisa kaZwelonke, uShadrack Sibiya, kulindeleke ukuthi siqhubeke namuhla. NgoLwesibili, iNkantolo yeMantshi...
Ungqongqishe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal(Cooperative Governance and Traditional Affairs – Cogta), uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, idlulise amazwi...
Owesilisa usinde ngokulambisa kwilangabi ebelivutha emjondolo wamapulangwe (wendy house) abelele kuyo. Lo wesilisa uvuswe ngumndeni wakhe, ku-Hurbans...
Usana lwentombazane olusanda kuzalwa lutholakale luphila esikhwameni sokuthenga sase-Woolworths esihlahleni e-Oakford, eduze kwase-Verulam, ogwini olusenyakatho yaKwaZulu-Natal, ngoLwesibili...
Ababesebenzela ngaphambili, uMnyango weZasekhaya baboshwe ngamacala ukusolwa ngokushintsha izithombe zabantu baseNingizimu Afrika komazisi kanye nama-passports, bese zifaka...
Umethuli wohlelo i-The Devi Show uSankaree Govender umemezele ukuphela kohlelo ngemuva kweminyaka eyisithupha elandelela abantu abenza inkohlakalo...
Njengoba namuhla kuqala izivivinyo zokuphela konyaka zikaMatric ezweni, kulindeleke ukuba lezi zivivinyo zibhalwe ngabafundi abangu-203 815 ababhalisele...
I-Jacob Zuma Foundation icele iHhovisi likaMengameli noMnyango wezeMisebenzi yoMphakathi kanye neNgqalasizinda ukuthi baqinisekise ukuthi izinqubomgomo zikahulumeni eziphathelene...
