Abadlali boMsinga United badonse iso lomqeqeshi weqembu lesizwe lakuleli lika Under U20 uVela Khumalo.UKhumalo uthi uhlabeke umxwele...
Mduduzi Mbangayiya
ULebone Seema ongumdlali wasemuva we-Orlando Pirates usindise iqembu lakhe sekuvalwe amehlo ngesikhathi eshaya igoli lokulinganisa emdlalweni wabo...
U-Edwin Gyimah oyingumdlali weqembu lesizwe laseGhana ne-Orlando Pirates ubhekene nenkanankana yokuba ngundingasithebeno nomkakhe nezingane. UGyimah uthi umuzi...
Kushone abasebenzi ababili bakaMasipala waseMvoti maphakathi nesifundazwe saKwaZulu-Natal ngemuva kokudutshwulwa kade belalelwe unyendle ngolwesibili ebusuku.Abantu abane kade...
USiphesihle Ndlovu ongumdlali waseswini weKaizer Chiefs uthi baphokophele phambili ngokuthi baqoqe amaphuzu amathathu agcwele kuTS Galaxy abazobhekana...
Isishubile imidlalo yeMotsepe Foundation League njengoba isiya ngasemaphethelweni. IKruger United ihlezi phezulu manje ngamaphuzu angu 43, kulandele...
UJomo Sono ongusihlalo weJomo Cosmos uchome uphaphe lwegwalagwala usihlalo woMsinga United uWelcome Mpanza ngokuthuthukisa ibhola eMsinga. USono...
UMduduzi Shabalala uqede ishobolo lakhe lokungashayi amagoli ku Kaizer Chiefs ngesikhathi eshaya igoli lakhe izolo ngesikhathi i-Orbit...
Umbango weBetway Premiership League, uyaqonga njengoba amaqembu amabili abanga lesicoco, iMamelodi Sundowns FC ne-Orlando Pirates banqobile emdlalweni...
IChippa United ivaliwe yi FIFA ngenxa yokuhluleka ukukhokhela uLuc Eymael imali yakhe, Akweletwa yileliqembu le Chippa United...
