I-ActionSA iqoke uMnuz Zwakele Mncwango njengozoba nguNdunankulu eKZN. Njengamanje uMncwango uyikhansela lale nhlangano eThekwini. Ube nesandla ekuvezeni...
Izindaba
Umsolwa osanda kugwaza, wabulala, wavula isisu somsebenzi wasemayini namuhla uvele enkantolo. Ube esethatha i-selfie yakhe nesidumbu amathumbu...
Lo mgubho wakamuva lapho kuqhunyiswa khona izibhamu wenzeke eMkhambathini ngaseMgungundlovu, eKZN. Kukholakala ukuthi omunye wamadoda lapha ubegubha...
UVusumuzi Kanu Vilakazi uvuke ku-Richard Bay FC ngemuva kokusula kwi-Chippa United njengenhloko yabaqeqeshi ngolwesihlanu. Lomqeqeshi umenyezelwe izolo...
Umndeni wakwa Mcwabe endaweni yase Bulwer esgodini sase Mqulela ucela kunoma ubani ongangenelela kulandwe isidumbu emakhazeni njengoba...
U Xolani Khumalo obesanda kuxoshwa Yi Moja Love TV usevele waqashwa umaspala wasegoli wanikwa amanye amaningi amaphoyisa...
Owesifazane ongumfundi enyuvesi yase TUT kuthe ngomhlaka 4 November wagwaza walimaza uMfundi wesilisa nokuphoqe ukuthi aphuthunyiswe esibhedlela...
Amalunga eIFP eMvoti abungaze ukungatholakali nacala enkantolo yase Mgungundlovu njengoba bebethweswe amacala okungalandeli imithetho yomasipala uMvoti. Kuzokhumbuleka...
Umqoqi ntela wakuleli uSARS uqothule abahlengikazi, eqoqa intela yakhe ekweletwa ilezisebenzi zezempilo. Kuzwakale isililo ngapha nangapha ngesikhathi...
“Okwesibili engikubeke phambili uma sithatha uhulumeni, wukuxosha ingxenye yezisebenzi zikahulumeni” lawo ngamzwi omholi we-DA uJohn Steenhuisen abewakhuluma...
