Umama usolwa ngokubulala indodana yakhe ukuze afune umshwalense ka-R2 million. UShayhieda Dollie (49) waseGelvandale, eGqeberha, […]
Category: Izindaba
Kuphume nesinedolo kwembulwa isifanekiso seSilo uShaka kaSenzangakhona
Amakhulukhulu ezicukuthwane atheleke esikhumulweni sezindiza iKing Shaka International Airport eThekwini ngoLwesine lapho ezokwethula khona umfanekiso […]
Kushone umshayeli wetekisi eKapa ngemuva kokuhilizisana namaphoyisa
I-Independent Police Investigative Directorate ibheka isigameko sokushona komshayeli wetekisi waseKapa ngemuva kokuhlaselwa ngamaphoyisa. Okhulumela abomthetho […]
Kuboshwe oshaya sibhamu asebeqede abamatekisi eKZN
Abasolwa abane abebefunelwa amacala okubulala ahlobene nemboni yamatekisi badutshulwe balimala kabi esigamekweni sokudubulana namaphoyisa eMooi […]
Amaphoyisa eKZN abulale abasolwa eMahlabathini
Abasolwa ababili babulawe ngamaphoyisa KwaZulu-Natal ngesikhathi bedubulana eMahlabathini. Kubikwa ukuthi labasolwa ababili bashonile ngesikhathi bedubulana […]
UDali Mpofu uselaxaze i-EFF waya kuMK Party
OwayenguSihlalo we-EFF u-Advocate Dali Mpofu usebe ngomunye wabajoyina uhla lwabaholi abanohlonze abashiya ku-EFF bejoyine ngokusemthethweni […]
UBheki Cele usezwakalise ukukhathazeka ngokuphepha kwakhe
Owayengungqongqoshe wamaphoyisa uBheki Cele usezwakalise ukukhathazeka ngokuphepha kwakhe kulandela ukuhoxiswa kwethimba lakhe elisemthethweni lezokuphepha. Ekhuluma […]
Umphakathi Wase-Alexandra ubhodla umlilo ngokudla obunobuthi ezitolo zabokufika
Sishubile isimo e-Alexandra kulandela ukushona kabuhlungu kukaLesedi Maboi, 10, oshone ngempelasonto ngemuva kwezinsolo zokuthi udle […]
UMashaba ugxeka isinqumo sokunikwa ibheyili kwabokufika
UMholi we-Action SA, uMnuz Herman Mashaba, usephumele obala wasigxeka isinqumo sokunikwa ibheyili abokufika ababili abasolwa […]
Kuboshwe abashushumbisi base-Dutch eOR Tambo Airport nenqwaba yezidakamizwa
Amaphoyisa aseNingizimu Afrika abophe abantu ababili baseDutch esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International Airport, bethola isamba […]
