Phakathi kwezindaba zokuxhashazwa kwerandi yizinhlaka zamabhange akuleli nasemazweni angaphandle, umholi we-EFF uJulius Malema uthi ukusungulwa kwebhange likahulumeni...
Izindaba
IZANGOMA ezidlwengulayo nabasebenzisa izitho zomzimba bebesemqulwini ngesikhathi inhlangano yabelaphi bendabuko bebhikishela udlame olubhekiswe kwabesifazane. Ugatsha lwe-Etwatwa luphinde...
Owayeyisikhulu sakwa-Eskom, u-Andre “Nkosana Yobumnyama”de Ruyter, usamukele isinqumo senkantolo esathi uhulumeni we-ANC yiwona okufanele asolwe ngokucisha kukagesi....
Amabhasi athwele izingane ezingu-443, okusolakala ukuthi zazishushumbiswa eNingizimu Afrika, amiswa emngceleni abuyiselwa eZimbabwe. AbeBorder Management Authority (BMA)...
Ikhansela leANC ku-Ward 60 endaweni yaseMahlabathini (Verulam) kumasipala weseThekwini, uKhansela Fakazi Mdletshe uhluleke ngisho ukuzibamba ngenjabulo abenayo...
UHlaniphani Sihlabani Ngubane ongusekela kathisha nhloko wase Nwabi High school eNgonyameni, uqophe umlando ngokuthuthukisa umkhamkha wezibalo ne...
INkantolo eNkulu yaseMpumalanga neGoli isinqume ukuthi ukucishwa kukagesi kuhlukumeza amalungelo abantu, yaphinde yayalela ungqongqoshe kagesi uKgosientsho Ramokgopa...
I-IEC itshele iqembu eliholwa nguBhungu Gwala, i-Abantu Batho Congress ukuthi umengameli weqembu owaziwa ngokusemthethweni nguPhilani Mavundla kuphela....
Inkampani ephehla ugesi u-Eskom isikuqinisekisile ukuthi ayikaze ilungise ukucishwa kwezikweletu zikagesi. Isitatimende sika-Eskom, siza ngemuva kwezinsuku ezimbalwa...
Isikhwama se-Road Accident Fund (RAF) sithe sikwazile ngempumelelo ukumisa izicelo zomgunyathi ezingaphezu kuka-R2.6 billion ebezikhokhwa kule minyaka...
