BUKA: Umphakathi waseVerulam eThekwini uzitapele kanje iloli ebelithwele ufulawa izolo ntambama. Inqwaba yabo yagcina iboshwe yinkampani yonogada...
Sidlabezi Gumede
USifiso Jomo Biyela ongusihlalo we Richard Bay FC ucasha ngeloyi ngokukhokhela Welcome Mpanza ongusihlalo woMsinga United laba...
Umasipala wase uMvoti oholwa ngumeya Philani Mavundla usuhlulekile ukuhambisa intuthuko ezakhamuzini zase Mabomvini kuwadi 13. Izakhamuzi ziyizwa...
Ithimba lamaphoyisa eKZN Stabilisation Task Team selidubule labulala omunye umholi weqembu lezigelekeqe eliseWest eNanda ngesikhathi kudutshulwana phakathi...
UMarcus Mphafudi owazakhela igama ku -Moroka Swallows Ltd ne-Kaizer Chiefs ubona ukuthi amaqembu amancane angadlala indima enkulu...
Kubukeka sengathi bekungeyona into ebucayi futhi kulindeleke ukuthi kube nguyena ophethe i-Al-Wahda uma izobhekana ne-Ajman FC ngoMgqibelo....
Lowo owayengumsakazi woKhozi Fm uNgizwe Mchunu uphume phambili ngezinsolo zokugqugquzela udlame emphakathini ngesikhathi loyo owayengumungameli kuleli Mnuzane...
ISihlabani somsubathi wakuleli Jenet Mbele we-Xcel Running Club, eholwa ngu Sbusiso Cele uhlomule ngabaxhasi bakwa-Under Armour. Lenkampani...
UMongameli waseNingizimu Afrika uMn. Cyril Ramaphosa usefikile esikhungweni se-NASREC Expo eGoli ukukhuluma ku- #AGOAForum eqhubekayo 2-4 November...
Uma kukhulunywa ngabaphansi, lapha kusuke kukhulunywa ngezidalwa ezivela kwimizulane yesiKhafula Mlilo (draco constellation) maningi ama planets atholakala...
