
Izinkinga zika Nkosinathi Sibisi ongumdlali we Orlando Pirates wasemuva ziyanda, njengoba usephinde walimala okwesithathu enkundleni eyodwa Moses Mabhida Stadium, lomdlali kubonakala ukuthi iyeza lephumangaye njalo, ngokujwayelekile kulemdlalo edlule ulimalile kodwa Orlando Pirates yagcina ngokuphumelela umdlalo wamanqamu naMaZulu FC waphinda walimala leliqembu lidlala ne Mamelodi Sundowns FC, lomdlali wasemuva we Orlando Pirates unomcophelo omubi njengoba elimala njalo, khona manjalo umdlalo wendebe ye Carling Knockout Cup ngumdlalo wesibili kumaqembu ayishiyagalombili, abafana be Stellenbosh FC banqobe Polokwane City ngamagoli amabili eqandeni bazibekela indawo kowandulela kowamanqamu.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
