
Umqeqeshi we Richard Bay FC uKaitano Tembo uthi ubuyelwe ngukuzethemba ngemuva kokunqoba umdlalo we Orlando Pirates. bese ngingathembi lutho njengoba imphumela iyasiphika ngempela.abadlali bethu badlale kahle badlala ngokuzimisela, bakwazi ukugada kahle abadlali be Orlando Pirates abayingozi njengo Thembinkosi Lorch, Zakhele Lepasa, Richard isijoyine Stellenbosh FC ngokuzitholela indawo kowandulela kowamanqamu , Richard Bay FC ayenzikahle ngaphansi kwe Dstv Premiership League kodwa ithwele kanzima njengoba nezimali zingekho , leliqembu lase Richard Bay lidonsa kanzima ukuthola abaxhasi, kunokudideka ukuthi izinkampani kungani zingayixhasi njengoba ziningi izimboni eRichad Bay,
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
