Lenze umsebenzi omuhle noncomekayo ithimba lamaphoyisa ase Mzinyathi eliphenya amacala okudlwengula ebeliholwa ngu Detective Sergeant Thembeka Mgobhozi...
Izindaba
Kushunqa intuthu phakathi kwabadidiyeli ababili bomsakazo omkhulu Ukhozi FM, Abadidiyeli bohlelo lalomsakazo, iVuka Africa Breakfast Show, kuthiwa...
Umphakathi wase eMthwalume kwaQokololo ukhala ngubuholi buka Hulumeni wesifundazwe saKwaZulu Natal. Ngokuthi kudala wafaka isicelo sokwenzelwa ibhuloho...
ISilo samaZulu uMisuzulu kaZwelithini saxosha umfowabo uMntwana u-Afrika Zulu njengomkhulumeli waso. Encwadini yezi-12 kuNhlolanja wezi-2024 eyabhalelwa uNdunankulu...
Owesilisa oneminyaka engu-37 ubudala waboshwa ngesikhathi kuqhubeka umkhankaso wophiko lwabaseshi baseWestern Cape Provincial Detectives’ Serious and Violent...
Owesifazane ugwetshwe udilikajele ngokubulala amalungu omndeni ngenxa yokukhokhelwa komshwalense. UKeletsang Martha Motladile waqasha izinkabi ukuthi zibulale umzala...
Amaphoyisa e-KZN asekuqinisekisile ukuboshwa kukayise wengane yentombazane, 14, okubikwe ukuthi ithunjwe ngesonto eledlule. Kuthiwa lentombazanyana ihlwithwe ngaphandle...
Emzamweni wokuthuthukisa ukuncintisana kwezomnotho waseNingizimu Afrika kanye nokubhekana nesidingo esikhulayo sabasebenzi abanamakhono, uMongameli Cyril Ramaphosa ugcizelele isidingo...
Emzamweni wokusukumela phezulu udaba oludlangile lokwebiwa kwamakhebula okukhungethe idolobha lase-Ekurhuleni, Ithimba elisanda kusungulwa lokwebiwa kwamakhebula lizuze impumelelo...
Owesilisa oneminyaka engu-52 ubudala ugwetshwe iminyaka engu-20 ejele ngokudlwengula indodakazi kamngani wakhe, eyayeneminyaka engu-14 ubudala futhi wayikhulelisa....
