Abokufika abathathu abathinteka ekubulaweni ngesihluku kwesivakashi saseJalimane esineminyaka engu-74 ubudala eNortham, eLimpopo, bakulungele ukubhekana nobulungiswa njengoba belungiselela...
Izindaba
ULangalezwe Madonko, owaduma emkhakheni wezezimali eNingizimu Afrika futhi ongumsunguli weSummit Africa, uzithole esenkingeni ngemuva kwezinsolo zokuthi wenza...
UKhomishana wamaPhoyisa esiFundazweni eLimpopo, uLieutenant General Thembi Hadebe, uphinde wagcizelela isixwayiso sakhe mayelana nesenzo sokuqapha ngemuva kwesigameko...
UJacob Zuma unephunga elibi kubahlali base Ningizimu Africa nohulumeni lenkuhlakalo. Leliphunga lenkohlakalo limqale kakhulu ngecala lezikhali, kuphinde...
Insizwa yaseMsinga, ithi konke eyikho empilweni ibonga isalukazi sayo, okuyisona esiwe sivuka naye kwaze kwabaukuthi uthola iziqu...
Icala elibucayi lokukhwabanisa nenkohlakalo kwaTransnet, elifinyelela ku-R405 million, selidluliselwe enkantolo enkulu eGoli. Ababeyizikhulu zakwaTransnet uBrian Molefe, Anoj...
Umfundisi, kanye nomholi weqembu le-AACUM uMnu Benjamin, uphakathi kwabasolwa ababoshelwe icala elisolwa ukuthi bekudunwa imoto yemali. UMnu...
Amaphoyisa aseLimpopo Abophe abantu ababili baseZimbabwe abangekho emthethweni base bethola izimoto ezebiwe ezingaphezu kuka-R1million. Enqubweni yakamuva yempi...
Emzamweni ohlangene wokubhekana nezenzo ezingekho emthethweni, i-Directorate for Priority Crime Investigation, kanye nezinhlaka ezahlukene zomthetho, benze imisebenzi...
Kuqubuke ukushuba kwesimo eLebowakgomo ngesikhathi izakhamizi zithatha izinyathelo ezinqala zokuxosha abakwamanye amazwe akungekho emthethweni, ikakhulukazi izizalwane zeZimbabwe...
