UZuma unuka iphunga lenkohlakalo kuhulumeni

UJacob Zuma unephunga elibi kubahlali base Ningizimu Africa nohulumeni lenkuhlakalo. Leliphunga lenkohlakalo limqale kakhulu ngecala lezikhali, kuphinde kwathi kulomnyama kwaqhamuka ukugomendela nokuqwaga amandla ombuso kanye nama Gupta.

Kudliwe imali yakwa Eskom, imali amabhanoyi, ukudliwa bume kwezimali emnyangweni kahulumeni ngaphansi kombuso wakhe ne ANC. Ukuvumela inkohlakalo yenziwe bume nobugebengu, uMsholozi uthanda ukuzwela ngabantu.

UThabo Mbeki namanje usamile ekutheni uZuma waliphonsa olwandle lelizwe kumanje lisha amalangabi omlilo. Akukho lapho uZuma engathenjwa ngakho ngabantu base Ningizimu Africa.

Kumanje uphakathi shiqe eqenjini elisha Umkhonto wesizwe nokwakuyiqembu lamasosha ka ANC asathath umhlalaphansi. Leliqembu lombutho we Mk lithandwa kakhulu ngabantu abaxoshwa embusweni ka Matamela Cryl Ramaphosa ongumengameli obusayo kumanje,

UZuma akayilwanga impi yokulwisana nendlala nemsebenzi nezifo nokungenisa abashokobezi. Kumakhele igama ukuhanjiswa kagesi ezindaweni eziningi zase makhaya, ngaphansi kobuholi bakhe, kumakhele igama ukulethwa kwa Mall ezindaweni zasemakhaya nokulethe intunthuko kubantu.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.