Ngu: MFANAFUTHI NXUMALO | I- ANC KwaZulu-Natal yenze izinguquko ezinqala ebuholini bayo besikhashane esifundeni saseThekwini. Lo mbutho...
Izindaba
IShansela leNdlunkulu kaZulu, Inkosi Malusi Zondi inxusa abantu baseNingizimu Afrika ukuthi bagweme inkulumo enolaka nehlambalazayo ngesikhathi bezwakalisa...
IMadlanga Commission ephenya ngezinsolo zenkohlakalo emaphoyiseni ibhekene nengwadla yokuntula imali. Ukuntula imali kwale khomishini kubeka engcupheni ukusebenza...
Kuqokwe ithimba elizobhekelela ukuthuthukiswa kwebhola lezikole esifundeni saseMzinyathi maphakathi nesifundazwe saKwaZulu. ULucky Ntuli onguthisha waseHlanzeni Primary school...
Philasande Gumede | Abasolwa abathathu bavele enkantolo yeMantshi yakwaDukuza emva ngokuboshwa ngezinsolo zokubulala abomndeni wakwaMonswamy abayiskhombisa. Labasolwa...
Sidlabehlezi Gumede Ugwetshwe iminyaka ewu 17 ebhadla ejele owayeyisikhulu samaphoyisa esiteshini saseMlazi iBhekithemba, uKhephu Ndlovu. UNdlovu ugwetshwe...
Amanqe azungeza uLieutenant General (Dr.) Molefe Fani njengoba esenikezwe isaziso senhloso yokummisa emsebenzini. Kubikwa ukuthi uGeneral Fani,...
Ngu: Philasande Gumede | I-DA ifingqe imikhono yangenelela enkingeni yamanzi ebhekene nabantu baseZinkawini eVerulam ku-ward 102.Izikhulu zale...
Basale enkundleni abasolwa ababili ngesikhathi bezwana amandla namaphoyisa Kunnedy Road eThekwini ngoLwesihlanu. Labasolwa babhadanywe bebhace emjondolo othile,...
Lisinde ngokulambisa ikhansela le-IFP ngesikhathi lijuqwa zinkabi kuN2 ngaseMfekayi, eMtuba nezintatha. UMduduzi Zikhali ophethe u-ward 18 kuMasipala...
