Abantu abangakwazi ngisho ukufunda noma ukuphimisa igama elilodwa lesiZulu sebetshela ama-Afrika ukuthi elithi “Sesithembele Kinina” lisho ukuthonya...
Sidlabezi Gumede
I-Orlando Pirates isikhiphe isitatimende kwabezindaba ngomdlali uThembinkosi Lorch olahlwe yicala lokushaya lowo owayeyintombi yakhe uFundiswa Nokuphiwa Mathithibala....
Izakhamuzi ezihlala eThekwini KwaZulu-Natal zikhala ngomkhandlu wase eThekwini oholwa inhlangano ka ANC ngaphansi kobuholi buka Meya uMxolisi...
Izikhulu eziyisithupha ze-EFF okuhlanganisa nomholi weqembu uJulius Malema kanye nesekela lakhe uFloyd Shivambu ziyalelwe ukuthi zixolise kuMengameli...
Uma sizowabeka eceleni amadili ebhizinisi nazo zonke ezinye izinto esingazazi…amathenda kepha lombono ngifisa ukuveza olwami ngoba asibazibenzani....
AbakwaTransnet bakuqinisekisile ukuthi isibalo semikhumbi esalokhu ilinde ngaphandle kweDurban Container Terminal (DCT) Pier 2, okuyisikhungo esikhulu kunazo...
Kuboshwe amadoda amahlanu aseMlazi, eThekwini, atholwe nezidumbu zezinkomo. Izinkomo ezihlatshiwe kusolwa ukuthi zebiwe eHighflats eningizimu yeKwaZulu-Natal, ngokusho...
Iqembu lezombusazwe, eliphikisayo eThekwini lithi liguna izimpendulo kuMnuz Musa Mbhele, mayelana nezinsolo zokuthi abasebenzi abangu-2661 balomasipala abangamalungu...
Lowo owayengumkhulumeli weNkosi uMisuzulu uxwayisa abantu nge-akhawunti yomgunyathi kuFacebook esebenzisa igama lakhe ukuqola abantu. UMntwana uThulani Zulu...
ISilo Misuzulu uhlangane nabaholi benhlangano ye IFP ephalamende elidala Olundi, lomhlangano ubuzodinginga ngezindaba ezingumgogodla njengoba KwaZulu ezithinta...
