Abesifazane ababili abasolwa ngokudubula ngokungemthetho endaweni yomphakathi kanye nokulimaza umuntu ngesikhathi kungcwatshwa umsolwa obamba izimoto zemali,bavele enkantolo...
Sidlabezi Gumede
“Abantu abasebenzisana nemiphakathi mihla namalanga, bayazazi izinkinga zemiphakathi yethu, bayazazi izinkinga zemindeni ngayinye. Bazama ngazo zonke izindlela...
I-DA ikhala ngokudlula emhlabeni kukaNhlalayenza Ndlovu obeyikhansela lalenhlangano kumasipala waseMngeni. Ikhansela le-DA, uMnuz Nhlalayenza Ndlovu, udutshulwe washona...
IMoroka Swallows FC iphinde yalahla amaphuzu amathathu emdlalweni womkhaya Orlando Stadium ngesikhathi ishaywa Orlando Pirates emdlalweni obumnandi...
ULindelani Sibisi uzotholana no Sange Ngoza wase Duncan Village Eastern Cape ekhaya lomphetha bomhlaba ne SA Title...
Umqeqeshi waMaZulu FC Parbo Francisco Martin uthi akanayo ingcindezi ngomdlalo abazowudlala ne Mamelodi Sundowns FC kusasa eKing...
Usodolobha womkhandlu wase eMzinyathi umfundisi Mthandeni Petros Ngubane, uziphendulele kusodolobha wase Mvoti uPhilani Mavundla obemsola ngokugxambukela ezindabeni...
Umndeni wakwa Mchunu eMvoti ukhala ngendlala ebahlasele njengoba baphucwa umhlaba wabo ngumlimi omhlophe odumile edilobheni lase Greytown...
Amaqembu adlala ku ABC Motsepe League KwaZulu-Natal akhala ngesikhulu esithenga onompempe ngemali yabakhokhi bentela, lesikhulu esiligodlile igama...
Abazokuxhumana komasipala bashaya udaka njengoba behluleka ukudiliva kwabezindaba ulwazi oluphelelisiwe njengoba kudingeka ukuthi izintatheli zihlale ziqhwanda izindaba...
