
IMoroka Swallows FC iphinde yalahla amaphuzu amathathu emdlalweni womkhaya Orlando Stadium ngesikhathi ishaywa Orlando Pirates emdlalweni obumnandi njengoba bezithengana ngapha nangapha, Orlando Pirates yize beyincono kakhulu kune Moroka Swallows FC njengoba ithole igoli kuqala elishaywe ngu Evidence Makgoba ongumgadli ovuthayo lelibhola belungumnyaka omuhle oqhamuke no Vincent Pule, Orlando Pirates inqobe ngamagoli amabili eqandeni, Orlando Pirates isinyukele endaweni yesithupha, khona manjalo IMoroka Swallows FC ilahla amaphuzu amathathu njena Orlando Pirates ngeviki eledlule beyiwalahle ku Kaizer Chiefs, sekufake umqeqeshi Steve Khompela ingcindezi njengoba esehlulwe embili enganqobi.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
