
Bekuwusuku lwentokozo yodwa namhlanje esizweni sabeNguni eMachunwini njengoba uMhlonishwa uMeya uCllr Dr FJ Sikhakhane, uDeputy Mayor Cllr TB Mbatha kanye nabahlonishwa besigungu esiphezulu Exco behambele kwa ward 11 ngaphansi kobuholi buka Mhlonishwa Cllr Ndebele ukuyosika isoyi bephinde bethule usonkontileka ozokwakha ihholo lesikole iMacigwane edume kakhulu ngokuphasa.
Khona manjalo kuphinde kwaqhuma ikwazi ngesikhathi Abahlonishwa bese eKeatdrifts ukuyonikela ngama Makert stalls,kanye nezitifiketi komama abawosomabhizinisi abasafufusa abadayisa kuleli dolobha.
Abahlonishwa baphinde badlulela phambili eNkantolo yesizwe samaChunu ukuyonikela ngeNjini ephamba amanzi kwinhlangano yabalimu yakulendawo.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
