
Kubukeka engeke ewudle kahle ukhisimuzi womunye wosazi wayo njengoba zilokhu zinyuke njalo izinkinga zakhe.Kubikwa ukuthi kushiswe amatekisi abalelwa eshumini eMpangeni okubalwa nawakhe usaziwayo kanye nomfowabo.Kanti kuvele nokuthi losaziwayo usethole namasamanisi athi akavele ngenyanga ezayo.
Sekuvele nezinsilo ezithi izibhamu ezatholwa kwi ceiling board yendlu yalo msakazi zebiwa kwelinye iplazi. Kwatholwa nenjini yemoto eyebiwe futhi. Umfowabo ufunwa uthuli yi NIU ngezinsolo zokubulala abantu nokweba amatekisi awashintshe ngopende azowafaka ngenkani emzileni.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
