
Osomatekisi basolundi bazalelwe yinja endlini ngesikhathi kutheleka uphiko lwamaphoyisa angoshayasibhamu NIU lamaphoyisa abizwe ngozakwabo bophiko luka shanela.lugasele erenke yasolundi labalalisa phansi labosomatekisi, labuye ladlulela phambili Kwaceza lafika labagxoba osomatekisi bakhona basala kanjalo loluphiko lakhiwe nguhulumeni ngenhloso yokulwa nezinkabi esiziphendule lelizwe umfula wegazi njengoba kubulawa osomatekisi, osopolitiki nosomabhizinisi namalungu omphakathi, kodwa umphakathi usakholwa ukuthi uhulumeni kumele ngabe utshala amasosha ukuqeda ngalobugebengu obuhleliwe. khona manjalo abahlali bakuleli bahlalele ovalweni ngenxa yongaphephi kuleli njengoba nezinkantolo eziphethe umthetho zilawulwa nguhulumeni,
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
