Injabulo kutheleka Amabhokobhoko e-O.R Tambo International Airport

I-OR Tambo International Airport igcwele imigubho njengoba abantu baseNingizimu Afrika belungiselela ukwamukela i-Bokke ekhaya.

Ukaputeni we #Springboks uSiya Kolisi uthi uthemba ukuthi le wini izodlulela ngale kwamasonto okubhiyoza.
“Idinga ukwenza okwengeziwe. Bekunzima kakhulu kithina. Amasonto angu-20 sihlezi nabantu abafanayo.”


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *