Abasolwa abathathu, abaneminyaka ephakathi kuka-17 no-23, baboshwe ngokuhlobene nokubulawa kukaKhadziyane Ndivhuwo oneminyaka engu-20 ubudala — owaziwa kakhulu...
Izindaba
Kulindeleke ukuba abuyele eNkantolo yeMantshi yasePitoli namuhla usomabhizinisi waseNorth West, uSuliman Carrim ngemuva kokuchitha impelasonto eKgosi Mampuru...
Umshayeli wezinsizakalo zokuthutha (e-hailing) oneminyaka engu-32 ubudala udutshulwe onyaweni lwesobunxele ngesikhathi kuntshontshwa imoto yakhe e-Cornubia Flats, eCornubia...
UNgqongqoshe wezokuThutha nezokuHlaliswa kwaBantu, uSiboniso Duma usekhiphe umyalelo wokuba amaphoyisa ophiko lwe-Road Traffic Inspectorate asebenzisane ne-Durban Metro...
Iloli elingenamshayeli ligeleze lehla ngoMgwaqo uPrince Mcwayizeni eMlazi, eningizimu yeTheku, namuhla ngeSonto, lashayisa izindlu eziyisikhombisa kanye nomjondolo,...
Umfana oneminyaka engu-16 ubudala vele okwesibili eNkantolo yeMatshi yaKwaDukuza namuhla. Lo mfana ubuyele enkantolo maqondana nesigameko esithinta...
UMbuso udalule ukuthi usomabhizinisi waseNorth West uSulliman Carrim ubelibangise eSaudi Arabia ezonqamula eDubai ngesikhathi eboshwa e-OR Tambo...
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal acela amalungu omphakathi ukuba awalekelele ngokufuna uNzuzo Mthombeni. Amaphoyisa athi uMthombeni afisa ukuxoxisana naye, ukuze...
Umholi we-National Coloured Congress (NCC), uFadiel Adams, kulindeleke ukuthi avele eNkantolo yesiFunda yasePinetown ukuze kuqulwe icala. U-Adams...
Zingu-28 iziboshwa zaseWestville Correctional Services eThekwini, kwezingu-268 ezweni lonke ezibhala izivivinyo zeNational Senior Certificate zango-2026. Isifundazwe saKwaZulu-Natal...
