I-Brakpan ngokubambisana namaphoyisa kaMasipala we-EMPD, uMnyango Wezempilo Yezemvelo kanye neForamu Yamaphoyisa Omphakathi baqale umkhankaso wokuhlola izipaza nezindawo...
Izindaba
Ubekwe endlini yokugcina umgadli waMaZulu, uBonginkosi Ntuli. Izinkumbi zabalandeli bebhola beziphume ngobuningi ukuzovalelisa umgadli waMaZulu, uBonginkosi Ntuli....
Osolwa ngokuba ngungqondongqondo wokugetshengwa kwepulazi iPhala Phala, u-Imanuwela David, nenye yezimoto zakhe zohlobo lweMercedes Benz G-Wagon azithenge...
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uNomusa Dube-Ncube, ehambele umbukiso we-Information Communication Technology (ICT) obuse-ICC eThekwini ngasekuqaleni kwanamuhla. Ingqungquthela ye-ICT igxile...
Umgwaqo omatasa uDumisani Makhaye osentshonalanga yeTheku uvalwe ngababhikishi abanodlame. Kukholakala ukuthi basuka KwaDabeka transit camp, bafuna uhulumeni...
Ukhozi FM luqinisekise ngokusemthethweni ukudlula emhlabeni kuka-Irvin “Nyama ayishe” Sihlophe obengomunye wabasakazi balo. USihlophe odabuka eHarding, udlule...
Namhlanje omele abasebenzi be EPWP ngaphansi koMkhandlu waseMvoti uMvoti Municipality (Greytown) ukhulume nabezindaba mayelana nesiteleka esibekhona nesivale...
Isidumbu sika-Albert Sanderson, (75) waseSwalala ngaphandle kwaseWhiteriver, eMpumalanga, sisanda kugunjwa ngabakwa Forensic Kubikwa ukuthi uMshiphansangu kaMzukulu umgwaze...
UMkhandlu waseMhlathuze (Richards Bay-Empangeni) eKZN uthi ukwehluleka koMnyango wezokuThutha neminye iminyango kazwelonke ukuqapha umgwaqo u-N2 noJohn Ross...
Uphiko loKlebe, ngokubambisana nophiko lweCrime Intelligence kanye nethimba lamaphoyisa kaMasipala weTheku lezidakamizwa, babophe amadoda amabili aneminyaka engu-32...
