
Osolwa ngokuba ngungqondongqondo wokugetshengwa kwepulazi iPhala Phala, u-Imanuwela David, nenye yezimoto zakhe zohlobo lweMercedes Benz G-Wagon azithenge ngemuva kokuba yena nabangani bakhe bentshontshe isamba esingadalulwanga samadola aseMelika epulazini likaMengameli uCyril Ramaphosa eBela Bela ngoFebhuwari 9, 2020.
U-Imanuwela David nomunye wabangani bakhe, u-Errki Shikongo, naye osolwa ngokuba ngomunye wabayisithupha (hhayi abahlanu njengoba kwabikwa ngaphambilini) abantu baseNamibia abagebenga ipulazi likaMongameli Ramaphosa. La madoda amabili abonakala lapha e-Amandla Guest House uShikongo ayithenge ngo-N$800 000 ngemva kokugetshengwa kukaPhala Phala.
@ibunda_za U-Imanuwela David nomunye wabangani bakhe, u-Errki Shikongo, naye osolwa ngokuba ngomunye wabayisithupha (hhayi abahlanu njengoba kwabikwa ngaphambilini) #IbundaIzindaba #IbundaNews #Phalaphala #phalaphalafarmgate ♬ original sound – ibunda_za
Omunye wabasolwa ngokugetshengwa kwepulazi iPhala Phala, u-Errki Shikongo, ebala imali yakhe, yonke ngamadola aseMelika. #PhalaPhalaFarmGate
@ibunda_za Omunye wabasolwa ngokugetshengwa kwepulazi iPhala Phala, u-Errki Shikongo, ebala imali yakhe, yonke ngamadola aseMelika. #PhalaPhalaFarmGate #IbundaIzindaba #IbundaNews follow us @ibunda_za ♬ original sound – ibunda_za
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
