UKaruru obengenalo iqembu njengoba waphelelalwa ngumsebenzi eqenjini lase Saudi Arabia lapho kade eyibambe khona ngemuva kokudlalela iqembu...
Ezemidlalo
USimo Dladla ukholwa ukuthi umdlalo we Nedbank Cup last 16 bazowudlala ngaphandle kwengcindezi ngoba leliqembu lizobhekana neMamelodi...
Uphiko oluphenya ngobugebengu iSerious Commercial Crime Investigation lukhiphe incwadi egunyaza ukuthungatha nokushaqa ekomkhulu leSouth African Football Association...
USanele Mdletshe yintombazane esencane eneminyaka engu 16 engumdlali we Rugby uzalelwe eMpangeni esigodini sase Dondotha. Usethathe ixhathu...
Ugila izimanga bholeni likanobhutshuzwayo intokazi esencane yaseMpangeni. USimphiwe Mdletshe odabuka eMpangeni esigodini sase Dondotha lapho kuzalwa khona...
IHarry Gwala Marathon izothulwa ngokusemthethweni ngomhlaka ka 14 March, kanti kulindeleke ukuthi kube nezinguquko ezinqala kulomjaho njengoba...
I SAFA KwaZulu-Natal eholwa ngu Kwenzakwakhe Ngwenya yethule abaxhasi abasha esithangamini sabezindaba eRoyal Hotel eThekwini. Labaxhasi abasha...
UMazwi Mkhize ongumengameli we SAFA eThekwini unxenxa Dany Jordan ongumengameli we SAFA kuleli kanye no Dr Irvin...
USihlalo we Xcel Running Club uSbusiso Magaye Cele uveza ukuthi ufuna igolide kubafana be Xcel Running Club...
Iqembu labasubathi selihlabane negolide kuNhloso Ndlovu wase Msinga KwaMajozi, osesayiniswe yileliqembu. UNhloso uzitholelele amadlelo aluhlaza ngemuva kukuvundululwa...
