
UMusa Nyatama oyibamba lomqeqeshi ku Moroka Swallows FC uthi balungele ukugwema izembe nokudlala imidlalo yokuhlungu. Abadlali bethu bayakuqonda kanzulu ukuthi bayafuna ukudlala ku Dstv Premiership ngesizini ozayo njengoba nabaphathi bayaseseka kakhulu kulesimo esikusona.
Umdlalo obuphakathi kwe Richard Bay FC ne Moroka Swallows FC ubungomqoka kubaqeqeshi bamaqembu womabili futhi kuzomele bayinqobe imidlalo emhlanu kusukela emdlalweni olandelayo. Khona manjalo iqembu le Moroka Swallows FC ne Chippa United, Golden Arrows, Cape Town Spurs balwela ukuvika izembe bonke.
ICape Town Spurs ihlezi emsileni we Dstv Premiership ngenhla kwayo khona iRichard Bay FC enqobe ku Moroka Swallows FC.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
