Abantu abane abavela kwamanye amazwe batholwe benecala lokukhwabanisa nenkohlakalo ngokuthatha imininingwane yezakhamizi zaseNingizimu Afrika. Lawa macala, atholwe...
IBUNDA IZINDABA
Seziphila ngokuhlalela ovalweni izakhamuzi zaselokishini laseFrance eMgungundlovu kulandela ukweqa kukaLebohang Ndlovu (26) owayeyiphoyisa nowalahlwa yicala lokubulala. Weqa...
Uphiko oluphenya ngobugebengu iSerious Commercial Crime Investigation lukhiphe incwadi egunyaza ukuthungatha nokushaqa ekomkhulu leSouth African Football Association...
Amaphoyisa afunga ukuthi azophenya ngokufa kwesisebenzi sasendlini eSecunda okusolakala ukuthi silunywa izinja eziyisithupha sashona. Kunemibiko eshayisanayo ngokushona...
“Ngicela usizo, ngidinga ukuya erehab ngaphambi kokuthi kudlule isikhathi.” Lawa ngamazwi kaSechaba oyindodana yomlingisi ongasekho uPatrick Shai....
Izethulo zeMenenja yeDolobha esimisiwe eMsunduzi (eMgungundlovu) ophethwe yi-ANC, uLulamile Mapholoba, siveze ukuthi kujule kangakanani ukubola kulo masipala....
USanele Mdletshe yintombazane esencane eneminyaka engu 16 engumdlali we Rugby uzalelwe eMpangeni esigodini sase Dondotha. Usethathe ixhathu...
Ugila izimanga bholeni likanobhutshuzwayo intokazi esencane yaseMpangeni. USimphiwe Mdletshe odabuka eMpangeni esigodini sase Dondotha lapho kuzalwa khona...
Umkhankaso wamaphoyisa angaphansi komkhandlu wase Mzinyathi uhambe kahle kakhulu. Njengoba ebambe umsolwa oneminyaka elinganiselwa ku 50 nesibhamu...
UGift Motupa owazakhela igama ku Baroka FC, Orlando Pirates, Mamelodi Sundowns FC, usengumlimi osafufusayo njengoba enebhizinisi lezinkukhu....
